Mthunzi feat. Kenza & Claudio - Ngibambe La текст песни

Текст песни Ngibambe La - Claudio , Kenza , Mthunzi



Hhawu yini yini,
Yini le′thi ncam ncam lomshin' uyakhuluma,
Ndik′thanda nyan nyan, wen' ungabuz' uMa,
Yini le′thi ncam ncam lomshin′ uyakhuluma,
Ndik'thanda nyan nyan, wen′ ungabuz' uMa
Wayikitaz′ imizwa yami, hhayi,
Wazikhathaz' izitha zami, wehhh,
Wawukhulul′ umoya wami, hhawu,
Wayiphumuz' ingqondo yami, hhe,
Wonk' amajit′ afun′ ukuhamba nawe,
Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam'
Wonke lamadod′ afun' ukuhamba nawe,
Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam′
Ngithi mina ke,
Ngithi awungibambe la, hhaaa wehhh,
Ngithi awungibambe la, hhaaa wehhh,
Ngithi awungibambe la, hhaaa wehhh,
Ngithi awungibambe la, ungibambe la, ungibambe la,
Yazi umoya wami uyavuma,
Inhliziyo yam' ithanda wena wedwa,
Kodw′ isimanga, umqhwele wam' ulimele woh!
Hhawu sengiqala nesikhwele simil' eceleni kwenhliziyo
Wayikitaz′ imizwa yami, hhayi,
Wazikhathaz′ izitha zami, wehhh,
Wawukhulul' umoya wami, hhawu,
Wayiphumuz′ ingqondo yami, hhe,
Wonk' amajit′ afun' ukuhamba nawe,
Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam′
Wonke lamadod' afun' ukuhamba nawe,
Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam′
Ngithi mina ke,
Ngithi awungibambe la, hhaaa wehhh,
Ngithi awungibambe la, hhaaa wehhh,
Ngithi awungibambe la, hhaaa wehhh,
Ngithi awungibambe la, ungibambe la, ungibambe la,
Ngithi mina wehhh,
Awungibambe la, ngithi awungibambe la,
Hhawu ngithi awungibambe lana,
Ngithi awungibambe lana woh oh oh oh ohhh,
Ngithi mina, awungibambe lana wehhh,
Awungibambe lana yeyi yeeee



Авторы: Keanen Bekeer, Mthunzi Ndimande


Mthunzi feat. Kenza & Claudio - Ngibambe La
Альбом Ngibambe La
дата релиза
29-11-2019



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.