Naima Kay - Ithalente текст песни

Текст песни Ithalente - Naima Kay



Mus' ukungibambezela, Awuboni ngyasebenza
Mus' ukungibambezela, Awuboni ngvez' ithalente
Leli ngelami, nawe unelakho
Lisebenzise boh lingelakho
Leli ngelami nawe unelakho
Lisebenzise boh lingelakho
Kudala ngilindile, ukwenz' into yami
Kudala ngilinde lelithuba
Lokwenz' into yami
Kudala ngilindile, ukwenz' into yami
Kudala ngilinde lelithuba
Lokunyakazisa umzansi
Kudala ngilinde lelithuba
Manje selifikile
Wena ungazimi ukungicekela phansi
Ngeke ngikunake
Udlala ngesikhathi sakho
Ngeke ngikunake
Kudala ngilindile
Iskhathi sami
Akekho ongangivimba
(Mus' ukungibambezela) ooho Awuboni ngyasebenza
(Mus' ukungibambezela) yeh hey Awuboni ngvez' ithalente
Leli ngelami nawe unelakho
Lisebenzise boh lingelakho
(Leli ngelami nawe unelakho)
Lisebenzise boh lingelakho
Mus' ukungibambezela
(Hooo yeee) Awuboni ngyasebenza
Mus' ukungibambezela
(Yehiii) Awuboni ngvez' ithalente
Leli ngelami nawe unelakho
Lisebenzise boh lingelakho
Leli ngelami nawe unelakho
Lisebenzise boh
Ngisuk' ekhaya mina
Nginethemba
Ithemba lokuthi ngiyazi
Ngiyazi ngizophumelela
Wena ungazami ukungehlisa
Ngokungitshela ukuthi
Lento ayingifanele
Kodwa ngiyazi le ingifanele
Ingeyami yebo ingayami
YEEEEBO INGEYAAAMI (ingeyami yebo ingami)
YEEEEBO INGEYAAAMI (ingeyami yebo ingami)
YEEEEBO INGEYAAAMI (ingeyami yebo ingami)
Ingeyami
Akekho ongangivimba
(Mus' ukungibambezela) ooho Awuboni ngvez' ithalente
(Mus' ukungibambezela) yeh hey Awuboni
Ooh ngiyasebenza
Leli ngelami nawe unelakho
Lisebenzise boh lingelakho
(Leli ngelami nawe unelakho)
Lisebenzise boh lingelakho
Mus' ukungibambezela
(Hooo yeee) ngvez' ithalente
Mus' ukungibambezela
(Oooh yeh) Awuboni ngyasebenza
Leli ngelami nawe unelakho
Lisebenzise boh lingelakho
Leli ngelami nawe unelakho
Lisebenzise boh lingelakho



Авторы: Lungile Nyawose, Mojalefa Thebe, Robby Malinga


Naima Kay - Ngiyavuma
Альбом Ngiyavuma
дата релиза
01-11-2014




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.