Phuzekhemisi - Nkosi Yami текст песни

Текст песни Nkosi Yami - Phuzekhemisi



Nkosi yami mina ngoneni kulababantu
Nkosi yami
Nkosi yami mina ngoneni kulababantu
Nkosi yami
Bayangizonda kodw' ang'saz' isono sami
Bayangizonda kodw' ang'saz' isono sami
Nkosi yami
(Aw we soneni kini?)
(Aw we soneni kini?)
(Aw we soneni kini?)
(Nadlala ngathi nje soneni kini?)
(Nadlala ngathi nje soneni kini?)
Aw zasha kumfoka Majazana madoda
Khona phansi eThekwini leng'buya khona
Umful' engiw'phuzayo ng'phuz' Umakhokade
Bhu! Mus' ukung'thwesa ise ngingakaze wena wembhemi hhey wena man
Mina ngizalwa uMajazana mina ilokungazalwa
Mina ang'kaze ngiw'khiph' umphefumulo mina
Wena mus' ungthwes' umhlola
Ungthwes' isono engahlangene naso
Gha!
Nkosi yami mina ngenzeni kulababantu
Nkosi yami
Nkosi yami mina ngenzeni kulababantu
Nkosi yami
Bayangizonda kodw' ang'saz' isono sami
Bayangintshontshela, bayangintshontshela
Bayangikhuthuza Nkosi yami
(Aw we soneni kini?) Nkosi yami
(Aw we soneni kini?) Kanti ngoneni kulababantu
Nkosi yami (aw we soneni kini?)
(Nadlala ngathi nje soneni kini?) Nkosi yami mina ngenzeni kulababantu
(Nadlala ngathi nje soneni kini?)
(Aw we soneni kini?) bayangizonda kodwa angazi soneni kubo
Thina asazi soneni kubo (aw we soneni kini?)
Bayangintshontshela! (Aw we soneni kini?)
(Nadlala ngathi nje soneni kini?) Bayangintshontshela
(Nadlala ngathi nje soneni kini?) Bayangizonda kodw' ang'saz' isono sami
Bayangizonda kodw' ang'saz' isono sami (aw we soneni kini?)
Bayangizonda kodw' ang'saz' isono sami (aw we soneni kini?)




Phuzekhemisi - Amapasi
Альбом Amapasi
дата релиза
10-07-2011




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.