Qhawe - Ngikubona Emehlweni текст песни

Текст песни Ngikubona Emehlweni - Qhawe




Uthando lami usenalo
Lushisa bhe luvutha amalangabi
Usangithanda
Usangithanda mama hee
Ungicinga kuwo wonke umuntu ohlangana naye
Uthando lami usenalo
Lushisa bhe luvutha amalangabi
Usangithanda
Usangithanda man hee
Ungicinga kuwo wonke umuntu ohlangana naye
Ngitshele manginamanga, wena izolo awulalanga
Angithi ucabangangana nami
Ngabe ukhona oyoke efane nami
Ufel' izono zakho, manje angphumi engqondweni
Ngiyazi unokufikelwa ukumbiza ngegama lami
Westhandwa sami
Why wena wahlezi unamaphutha
Uyakhumbula ngikukhuza
Namhlanje ziyakunetha
Uthando lami usenalo
Lushisa bhe luvutha amalangabi
Usangithanda
Usangithanda mama he
Ungicinga kuwo wonke umuntu ohlangana naye
Uthando lami usenalo
Lushisa bhe luvutha amalangabi
Usangithanda
Usangithanda man hee
Ungicinga kuwo wonke umuntu ohlangana naye



Авторы: Qhawe Mbonambi



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.