Robbie Malinga feat. Kelly Khumalo - Isikhwele Sakho текст песни

Текст песни Isikhwele Sakho - Kelly Khumalo , Robbie Malinga



Mina nawe dali asiyeke ukuxabana
Awuyek' isikhwele ngifuna wena
Isihwele sakho
Siyasixabanisa
Baby awuyeke... awuyekele
Baby awuyeke... uzosixabanisa
Baby awuyeke... awuyekele
Baby awuyeke... uzosixabanisa
Kwenzenjani ungithembi sthandwa sam
Inhliziyo yami ine yakho
Ngakunika yona yonke
Izethembiso zami
Mina ngiyazifeza
Asiyeke ukuxabana
Ngento engekhoyo
Ngiyazi ukuthi uyangithanda
Yebo ngiyakuthanda
Futhi nami ngiyakuthanda
Yebo uyangithanda
Kodwa le ndaba yesikhwele
Iyasixabanisa
Awuyeke le ndaba yesikhwele
Awu themba mina ngizo themba wena
Mina nawe dali asiyeke ukuxabana
Awuyek' isikhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho
Siyasixabanisa
Baby awuyeke, yeka
Awuyekele... yeka
Baby awuyeke, yeka
Uzosixabanisa... yeka
Angiyithandi le ndaba yakho
'Yabangani besilisa
Kodwa bengine mpilo
Phambi ngihlangana nawe
Mina ngikhetha wena
(Mina ngikhetha wena)
Mina ngifuna wena
(Nami ngifuna wena)
So themba wena
Ngoba Ngiyakuthanda
Mina nawe dali asiyeke ukuxabana
Awuyeke isikhwele
Ngifuna wena
Isikhwele sakho siyasixabanisa
Baby awuyeke awuyeke
Awuyekele yeka
Baby awuyeke yeka
Uzosixabanisa(uzosixabanisa)
Mina ngiketha wena
(Khetha wena)
Mina ngifuna wena
(Nami ngifuna wena)
Ngizokuthemba wena
Ngoba ngiyakuthanda
Mina nawe dali asiyeke ukuxabana
Awuyek isikhwele ngifuna wena
Isikhwele sakho
Siyasixabnisa
Baby awuyeke... yeka
Awuyekele yeka
Baby awuyeke yeka
Uzosixabanisa (uzosixabanisa) yeka



Авторы: Robbie Malinga, M. Thebe


Robbie Malinga feat. Kelly Khumalo - African Love Story
Альбом African Love Story
дата релиза
04-10-2010



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.