Shwi Nomtekhala - BBM текст песни

Текст песни BBM - Shwi Nomtekhala



Ngafa ngafel' ubala
Ngafa ngafel' ubala whoah yii ingabe yini
Bayangitshela laph' engihamba khona
Bathi kimi yizintombi zami
Uma ngingen' esibhedlele mina ngiyofun usizo
Lwempilo yam bafike bathi hamba baba awunalutho
Uma ngingen emthola mpilo mina ngiyofun usizo
Ngempilo yam bafike bethi hamba baba awunalutho
Awu impilo yami
Awungitshele Nobuhle wami wena
Ngathandana nawe wangibhanqa nabangaki awungitshele
Babebabili
Awungitshele Nomusa wami wena ngathandana
Nawe wangibhanqa nabangaki na awungitshele
Babebathathu
Kwakungamele ukuthi ningibhanqe nabantu abaningi ngoba
Nani niyazi kulomhlaba kunezifo kwakumele nithande mina ngedwa
Awungitshele Sindisiwe wami wena ngoba
Ngihlala nawe endlini bangaki na ongibhanqe nabo
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
Baningi ngeke ngeke ngibaqede
Aww yimihlola yami yimihlola yami Sindisiwe
Wangibulala Nobuhle wami lovey dali
Ngikuthembe kangaka
Wangibulala Nomusa wami lovey dali wangibulala sthandwa sami
Wangibulala Sindi wami lovey dali wangibulala
Ngikuthembe kanga
Oh kanti unesandla ekufeni kwami
Wayengcono kabi uZinhle




Shwi Nomtekhala - Bazali Bami
Альбом Bazali Bami



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.