Spirit Of Praise feat. Thinah Zungu & Ayanda Ntanzi - Ngaphandle Kokuthi - Live текст песни

Текст песни Ngaphandle Kokuthi - Live - Spirit of Praise , Thinah Zungu , Ayanda Ntanzi



Ngicing' isizathu sokukukhonza
Les' esahlul' abase mandulo
'Ze bancamel' ukukubethela
Bak'phosa emthini wehlazo
Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila
Ngicing' isizathu sokukukhonza
Les' esahlul' abase mandulo
'Ze bancamel' ukukubethela
Bak'phosa emthini wehlazo
Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila
Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila
Mlil' oqothulayo, themba labendulo
Sinkwa sokuphila, libo lokuqala
Kuwe kutholakala amanzi okuphila
Yingakho manje thina s'yaphila
Ungumlil' oqothulayo, themba labendulo
Sinkwa sokuphila, libo lokuqala
Kuwe kutholakala amanzi okuphila
Yingakho silapho, sekuyachichima
Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila
Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila
Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila
Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi uWen' isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila



Авторы: Thinah Zungu


Spirit Of Praise feat. Thinah Zungu & Ayanda Ntanzi - Spirit of Praise 7
Альбом Spirit of Praise 7
дата релиза
21-09-2018



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.