Thinah Zungu - Ngiyabonga текст песни

Текст песни Ngiyabonga - Thinah Zungu



Mmmmmh ya ngiyabonga baba ngyabulela ngizukuzobonga kuwena baba ngibonga lempilo ongiphe yona ay suka yamangaza aaay ngyabonga aaaa ngyabonga
Baba ngyabonga baba ngyabulela
Jehova wayihlenga impilo yam ngyabonga waliphakamisa igama lami ngiswele amanzwi okuphakamisa udumo kuwe baba ngyabonga baba ngyabulela
Ngibonga impilo ongiphe yona ngibonga ngibonga amandla okuhamba kanye nam ngiyabonga baba kahle kahle ngiswele amazwi baba ngizokubiza ngojehova ngiphinde ngithi ungu jehova
Ngibonga abangani bebehamba
Nami ngibonga nezihlobo nabazali bebengikhulekela kanti nawe jehova ungithwalile kwaze kwaba lapha sengithand'kubonga kuwe
Ngithand'kbonga baba ngyabonga baba ndiyabulela ngibonga impilo enjena ngibonga isibusiso ngibongi mpumelelo, ngibonga ukuba lana abazali ngabashiya
Kanjaningaphandle baba, ngibonga abalandel bami, ngibonga abefundisi ebebekhuleka, ngyabonga jehova, ngyabonga
Jehova kant ngakwenzan
Wangibusisa kangaka, ziningi lezibusiso ngeke ngiziqede, ngyabonga baba



Авторы: Babo Ngcobo


Thinah Zungu - The Living Testimony
Альбом The Living Testimony
дата релиза
18-03-2016




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.