Vigro Deep feat. Murumba Pitch & Lady Du - Asijabule (feat. Murumba Pitch & Lady Du) текст песни

Текст песни Asijabule (feat. Murumba Pitch & Lady Du) - Lady Du , Vigro Deep , Murumba Pitch

Murumba ayibo
Sangena'kvaliwe
Bethi ngeke s'lunge bas'fica sendlule
Ayi s'bang' umsindo angeke s'thule
Inamba sishay' izule namanga ngeke n'buye
Abaphil' abantu ngophimbo lwabo
Kuyopholisa abantu
Sgubhu s'ka Father sijabulis' abantu
Makube mnandi sijabule sonke
Sisanganisa bani is'gubhu sika Father
Ngathi ungaz'bamb' ikhanda ushay' amaget down
Ubhek' ungalimali, umunt' oshay' ivosho
Ngath' angaba ngathi, gath' angathi angaba ne medical aid
Mabajabul' abantu bazeba jamp' eSontweni
Mabajabul' abantu bagcwel' imali ephokothweni
Ba- pop ishampaign, bagibel' I aero plane
Ubhek' iskipa sami ungas'shiyi nge stain

Siyabonga Mdali, ngokusipha amandla okujabulis' abantu
Bengeke kube lula ngapha kuwe lendlel' isanok'shuba (isanok'shuba)
Abaphil' abantu ngophimbo lwabo
Kuyopholisa abantu
Sgubhu s'ka Father sijabulis' abantu
Makube mnandi sijabule sonke, sonke
Sangena'kvaliwe
Bethi ngeke s'lunge bas'fica sendlule
Ayi s'bang' umsindo angeke s'thule
Inamba sishay' izule namanga ngeke n'buye
Abaphil' abantu ngophimbo lwabo, kuyopholisa abantu
Sgubhu s'ka Father sijabulis' abantu
Makube mnandi sijabule sonke

Авторы: Kamogelo Phetla

Vigro Deep feat. Murumba Pitch & Lady Du - Asijabule (feat. Murumba Pitch & Lady Du) - Single
Альбом Asijabule (feat. Murumba Pitch & Lady Du) - Single
дата релиза
27-05-2022

Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.