Zakwe feat. Duncan - Reverse текст песни

Текст песни Reverse - Zakwe , Duncan



Ngiyazi vele ngale track, ngisazovithiza iy'maku
Le, insizwayangampela, egadla ivike nge hawu
Ngik' ringele i-hour, nge peaktime, ngibhidlize iminyango
Awungidonsele i-wheelchair, before ngiba khiphele unyawo
Ngibagebhela emnyango, ngigade lo, ozoringa mangilthipha
Cause la, kuzokhoka i-caller, butforgetama-drink
Ingomayami angisayi rap, ngiyinika u-Linda Sibiya
Ayidingi ama-hoover, uzoyizwa kwi-motivational speaker
Bathi i-dollarlilahlekile ngibathungela ama-pant
I-verse lami lakha i-packetngathi ngithenge i-sherbet
Ngi-patient, ngithatha i-shine ngishiye ixhwele nesi khwele
Noma ngik'khonfuza njengokubona i-boxing ring eyiskwele
Mangispitha abahlehle, ngibazwile bathi angeke ngibe grand
Bangamumela kanjani u-Zakwe imilenze beyishiye e-Tech
Ngibaphezulela iy'ngxazu, babheke basele nge-shirt
Bancenga amablukwe bonke laba abama baggypant
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
Bangizwa nge-bhesi, ngibhampa njenge sponge esine base
Ngi-control i-bass, kwi beat, ngi-ghev nge chase
Bamela eceleni, ngiphele endleleni ngidedele i-pace
A bit suprising njengokubona isangoma esibhula i-skeyf
Eh hhe, kanti zithini la, nabhida mangifika
Ah wena uyangidina, ngizoyiyeka i-rap mawufika keleli zinga
Mangiqeda ngiyahlina, ngibala i-dollarngiziba ey'nokuqina
Lezi ey'dinga ama-touch ups, ngathi zizama ukuthinta mina
Anisoze nangifica, siza batshele ntwana kuzobhodwa
Mawufuna ukusinda kule flow, khwela umkhumbi ka Noah
I'll blow you away, anytime, i-weightyakho ayibonwa
Angidingi izandla, unjenge parashoot, umova ngomoya
Basuka ngyahlofa, ngirula abolova kunyanye i-crewyonke
Just because I lead, sebengibiza ngey'nkophe
Never bangi stop, ngeke banginqobe laba ababhobhe
I aint digging your shit, that's why ngingeke nginikope
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
Bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
Shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
Bafuna ukungiphendula isibuko son, bangizela ngobuso
Bazwe ngiringa ngama punch, sebengikhiphela isifutho
Mawubona ngigib'sele i-carvela, ngisuke ngenza ngelbomu
Ukuthi ngihlale ngicupha iy'khala ngingaphathanga ama-bomb
Leyentwana angiy'boni, makungena zona ngidlulisa itack
Sibasusa amabhadu, bahlulwe ukuhamba kuvuleke i-gab
Sibambe inkunziyama kepisi, sobenza ba-hand i-cap
How can you jump to conclusion uhamba nge-wheelchair?



Авторы: Wiseman Nkosingiphile, Linda Mkhize, Thelumusa Samuel Owen, Blessing Zakwe Ntokozo, Thulasizwe Dlamini


Zakwe feat. Duncan - Impande
Альбом Impande
дата релиза
20-04-2015



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.