Kelly Khumalo - Ngi Ngazi текст песни

Текст песни Ngi Ngazi - Kelly Khumalo



Ngi ngazi
Ngi ngazi
Mangifik' ekhaya bangitshel' ukuthi ubukhona
Ubungahambi wedwa, ubuhamba noMalume bakho
Bath' ulethe inkomo
Inkomo zelobola (Ha!)
Bathi ubulethe inkomo
Inkomo zelobola (Ulobola bani manje?)
Ungilobola kanjani na haha? (Ngingazi)
Ye!
Ungishada kanjani na haha? (Ngingazi)
Yelele!
Ungilobola kanjani na wena? (Ngingazi)
Ayibo!
Ungishada kanjani na haha? (Ngingazi)
Mangifik' ekhaya bangitshel' ukuthi ubukhona
Ubungahambi wedwa, ubuhamba noMalume bakho
Ubuleth' inkomo, inkomo zelobola (Ha!)
Ubuleth' inkomo, inkomo zelobola (Ulobola bani manje?)
Ungiloba kanjani na haha) (Ngingazi)
Ye he he!
Ungishada kanjani na wena? (Ngingazi)
He he he he!
Ungilobola kanjani na ha ha? (Ngingazi)
Ye he he he he!
Ungishada kanjani na ha ha? (Ngingazi)
Ye he he!
Ye he, ye he, ye he!
Ye he, ye he, ye he!
Ye he, ye he he he!
Ungilobola kanjani na ha ha? (Ngingazi)
Ayibo!
Ungilobola kanjani na? (Ngingazi)
Ye he he!
Ungishada kanjani na wena? (Ngingazi)
Ayibo ayibo!
Ungilobola kanjani na wena? (Ngingazi)
Wendoda, ungilobola kanjani na wena?
(We oh wewe oh! kanjani?)
(We oh wewe oh! kanjani?)
(We oh wewe oh! kanjani?)
(We oh wewe oh! kanjani?)



Авторы: Motlokoe Nkoane Phatudi-mphahlele


Kelly Khumalo - Simply
Альбом Simply
дата релиза
20-03-2009




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.