Mnqobi Yazo - Emgodini текст песни

Текст песни Emgodini - Mnqobi Yazo



Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele
Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele
Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)
Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)
Still namanje ngisayilenkunzi engakhulumi kodwa eDealer nezenzo
Elemani elemani elabafazi ongenzansi ubona ngezehlo
Abaningi esengibakhubazile endleleni yabo bathi ngumeqo
Sebesaba nokungi-testa bathumela igundane ngumendo
Bathi iyashikisha bathi iyashikisha
(Bathi iyashikisha)
Bathi iyashikisha bathi iyashikisha
(Awu Shiiiiiiiih bathi iyashikisha)
Kuqhuma iSbhamu impi nakhu ngifela emanyale biza izinsizwa
Bathi sizinsimbi ezogoba ejalimane khiphi nqina
Gibela ushuni webhanoyo zindizela phansi lezinyoni
Gibela ushuni wemoto zingibikela phansi lezinyoni
Shumi lamadoda ngiyitoi toi
Butho likaShaka ngathi awuboni
Siphethe amawisa ziyakokota
Zulu wathi kumina ayizondi
Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele
Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele
Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)
Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)
Mina ngazi izinsizwa amaJongo man
Ngisho izinsizwa ezinku angisho aboguluva
Ngazi izinsimbi zasejalima
Ngisho insimbi enkulu azigobi noma ikanjani
Mina nsizwa ngingakugingqa ithi ngeke
Mina ikhanda ngingalishiya libomvu ithi ngeke (Ai ngeke)
Thinta inyoka emgodini izithulele
Bese ikushaya ikhanda bese uthi umhlaba ukujikele (Ai ngeke)
Ingwe emabalabala endle
Nansi inkinga Nansi inkinga kusazokhala izembe wema
Lana kusazojuluka izinsizwa
Masekungena mina kusazonxapha lona impela wema
Bathi ngiybuzi ithi meh
Bathi mina ngumkhomo inyama iningi woza uzisikele
Ai nkosi ngujikelele
Like Enoch Sontonga nkosi uzusikelele
Ayihlome ihlasele (Ihheeeh hhaamu)
Uzulu uhlangene (uHhololo Hhaamu)
Cela ukubuza wena usangathi ngeke
Uzulu usuhlangene wena usangathi ngeke (Ai ngeke)
Cela ukubuza wena usangathi ngeke
Imikhonto isiloliwe wena usangathi ngeke (Ai ngeke)
Woya wooooya woya weeeh
Woya weya weya weya weeeh
Yeeeelele lele
Uuuzeeh weya weya weya weya weeh
Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele
Manje bayisusa bengeke bayimele
Baqala bengeke bayiqede
Bagijima thina sazimela
Sathi masigijima manje basele
Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)
Manje bathinta inyoka isemgodini (Wooh yawoya weeeh)
Isemgodini (woooh yawoya weeeh)



Авторы: Excellent Mtolo, Lindokuhe Mnqobi Msimango, Ncazelo Mtolo


Mnqobi Yazo - Impi
Альбом Impi
дата релиза
30-10-2020




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.