Mnqobi Yazo - Uchuku текст песни

Текст песни Uchuku - Mnqobi Yazo



Mina ngasho ngathi kuye kukhona
Okushaya amanzi kwangathi uchuku engilususayo
Mina ngasho ngathi kuye kukhona
Okushaya amanzi kwangathi uchuku engilususayo
Awungithi impi, awu impi, Impi
Impi emzini kababa ekhaya
Awungithi impi, awu impi, udweshu
Impi emzini kababa ekhaya
Why uvala umlomo ntombazane mangabe ungangifuni ubosho
Nhliziyo yami ithambile ntombi okweqanda ungiyifaki lomkhonto
Ngani wathi uzongithanda sifike ekugcineni
Why manje ntombazane ungishiya sisasekuqaleni
Lengxabano yaqalwa wuwe
Mina angikaze ngayibona into enjena
Mina ngasho ngathi kuye kukhona
Okushaya amanzi kwangathi uchuku engilususayo
Mina ngasho ngathi kuye kukhona
Okushaya amanzi kwangathi uchuku engilususayo
Awungithi impi, awu impi, Impi
Impi emzini kababa ekhaya
Awungithi impi, awu impi, udweshu
Impi emzini kababa ekhaya
Hhayi suka
Theni mangikhuluma uthula
Ngani lodweshu lwangaphandle luqalwe wuwe manje wena uyathula
Mmh buka
Mina angikudingi lokulwa
Into engidinga kuwena inhlonipho ntombazane sizojabula
Kuphela nje uzohlonipha emzini kababa
Futhi uzoyeka ukuba yimpempe
Lento ngeke ngayimela ngempela ntombi
Mina ngasho ngathi kuye kukhona
Okushaya amanzi kwangathi uchuku engilususayo
Mina ngasho ngathi kuye kukhona
Okushaya amanzi kwangathi uchuku engilususayo
Awungithi impi, awu impi, Impi
Impi emzini kababa ekhaya
Awungithi impi, awu impi, udweshu
Impi emzini kababa ekhaya
Awungithi impi, awu impi, udweshu
Impi emzini kababa ekhaya



Авторы: Lindokuhe Mnqobi Msimango


Mnqobi Yazo - Impi
Альбом Impi
дата релиза
30-10-2020




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.