Songtexte Sizobalanda - Ladysmith Black Mambazo
Kukhona
lomdukisi,
odukisa
abantu
baka
Nkulunkulu
Nabantwana
bakaNkulunkulu.
Useyabangabazisa
lababantu
badalwa
uNkulunkulu,
Lomdukisi
akakaze
adale
noyedwa
umuntu.
Njengoba
nisibona
silapha
nje
sizobalanda.
Sizobalanda
Njengoba
nisibona
silapha
nje
sizobalanda
madoda
Zinsizwa,
sizobalanda
Kufanele
kube
khon'
impiulu
Kungabibikho
noma
munye
umuntu
ozoya
esihogweni
Wangibheka
kabi
uSathane
uma
ngisho
njalo
Uzosha
yedwa,
uzosha
angqongqe
Uzosha
abhubhe
Uyabafun'
umdal'
wabo
Uyabafun'
owabadalayo
Nom'
ebadukisile
Nkulunkulu
wami
ngikuzwile
uma
ukhuluma
nami
Bhasopha
phela
nawe
mngani
wami
Ukukhuluma
kanjani
uma
ukhuluma
kanje?
Wowa
bal'
amagam'
akho,
hey
wena
Nkulunkulu
wami
ngikuzwile
uma
ukhuluma
nami
Attention! Feel free to leave feedback.