Ladysmith Black Mambazo - Vela Nsizwa Songtexte

Songtexte Vela Nsizwa - Ladysmith Black Mambazo




We Ntombi unecala awuzinikanga izinsizwa ithuba lokweshela.
Igome kanjani intombi singayitshelanga ukuthi ntombi
Qoma ngoba thina sesidelile ukweshela.
Ilikhiphe kanjani Iqabane Intombi singayitshelanga ukuthi
Mfake sesidelile ukweshela.
Kumnandi bol ukushela itshitshi wemadoda
Kubuhlungu ukushela intombi ivuka esokeni
Vela nsizwa ezoqonywa yilentombi,vela sikuxhawule
Dede sishele sadela vela nsizwa ezoqonywa yilentombi
Bayaphoxeka abaphathi bezintombi uma ziphunyuka
Esandleni sabo
Bakhuzumhlolo mantombazane nifunani emva kwendlu bazonibamb' abafana.
Wo musan' wemantombazane ukudlala ngegeja kuziliwe
Mantombazane nifunan' emva kwendlu bazonibamb' abafana
Slyabababona labonsuku zimbili isimqomile
Unsuku zintathu isimalile
Unsuku zimbilP isimqomile
Unsuku zintath' isimalile
Vela nawe ntombazane vela sbchawule bo
Ngoba sesishele sadela




Attention! Feel free to leave feedback.