Big Nuz feat. Bongani Kwanyana - Ntombenhle Lyrics

Lyrics Ntombenhle - Big Nuz feat. Bongani Kwanyana



Sengphinde ngayi ghudla lengane
Ngamtholo omunye o'wesbili onenhhlanhla
Ngzokhiphi'inkomo zelobolo azekhaya
Amakhwandam'asemvumile lomntwana
Vuma vuma Vuma
Ngyobon' abazali bakho
Vuma vuma Vuma
Vuma ntombenhle
Saw'bona! saw'bona ntomb'enhle!
Wamuhle! wamuhle ntombenhle
Isitho sakhe, ama amancamuza
Isinqe sakhe, ama amancamuza
Ifiga yakhe, iyang'hlanyisa
Izinqe ngum'bhede amabale ngum'camelo
Izandla ziyang'bamba
Umulom'uyang'qabula
Saw'bona! saw'bona ntomb'enhle
Saw'bona! saw'bona ntomb'enhle
Wamuhle! wamuhle ntombenhle
Wamuhle! wamuhle ntombenhle
Isitho sakhe, ama amancamuza
Isinqe sakhe, ama amancamuza
Ifiga yakhe, iyang'hlanyisa
Izinqe ngum'bhede amabale ngum'camelo
Izandla ziyang'bamba
Umulom'uyang'qabula



Writer(s): Sifiso Gabriel Mjoli, Maphumulo Mandla, Unkown Composer, Philangezwi Bongani Nkwanyana, Tshomela Mzi


Big Nuz feat. Bongani Kwanyana - Pound for Pound



Attention! Feel free to leave feedback.