Lyrics Vukani Bandla Bo - Deborah
Vukani
bandla
bo!
Nilaleleni
na?
Anikamuzwa
yin,
uMoy'
omuhle
lo?
Usemhlabeni
la,
somthola
nini
na?
Nang'
uMthikozisi!
Nempel'
usemhlabeni,
uvela
ezulwin',
Uyakuhlanza
konke
okusenhliz'wen',
Siyoba
mhlophe
qwa?
Sohlanzwa
yebo
na?
Nang'
uMthokozisi!
Yebo
ukhona
lo,
nakhona
lapha
nje,
Size
sinqob'
izitha
zethu
zonke
nya;
Masigcwaliswe
swi,
sigcinwe
sithi
nge!
Nang'
uMthokozisi!
Nempel'
usemhlabeni,
uvela
ezulwin',
Uyakuhlanza
konke
okusenhliz'wen',
Siyoba
mhlophe
qwa?
Sohlanzwa
yebo
na?
Nang'
uMthokozisi!
Attention! Feel free to leave feedback.