G-ney - Imvula Lyrics

Lyrics Imvula - G-ney




Yana kabi imvula ngingenamuntu
Yana yanqamuka ngingena lutho
Thula, thula
Aah, ngilele ngedwa
Thula, thula
Aah, mvula uneca-ala
Mina ng'cel' ung'zwele
Anginamuntu mina
Benesihe, ooh aah
Ngiyafisa ukube ngilele
Ng'thokomele, ngicamele kowami udali
Yana kabi imvula ngingenamuntu
Yana yanqamuka ngingena lutho
Thula, thula
Aah, ngilele ngedwa
Thula, thula
Aah, mvula uneca-ala
Mina ng'cel' ung'zwele
Anginamuntu mina
Benesihe, ooh aah
Angifuni uk'gcina sengifonela
Ngizogcina seng'bhala abantu
Abangishiya ngemva
Yana kabi imvula ngingenamuntu
Yana yanqamuka ngingena lutho
Thula, thula
Aah, ngilele ngedwa
Thula, thula
Aah, mvula uneca-ala
(Smile, yana ayanqamuka)




G-ney - Imvula - Single
Album Imvula - Single
date of release
16-11-2024

1 Imvula




Attention! Feel free to leave feedback.