Khuzani - Ijele (feat. Luve Dubazane) Lyrics

Lyrics Ijele (feat. Luve Dubazane) - Khuzani

Ngiyobe ngingay'bophi mina
Ma ngiboph' ifindo lo mshado
Akulon' ijele
Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele mina
Heyi, ngiyobe ngingay'bophi mina
Ma ngiboph' ifindo lo mshado
Heyi, akulon' ijele
Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele mina
Umunt' obewasha lay'khaya usazoqhubek' awashe
Akulon' ijele
Noma ngingashada, ngiyobe ng'ngekh' ejele mina
Lo muntu obepheka la ekhaya usazoqhubek' apheke
Heyi, akulon' ijele
Noma ngingashada, ngiyobe ng'ngekh' ejele mina
Uz'ungangigadi mkami, angikh' ejеle mina
(Umshado akulon' ijеle)
Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele mina
(Noma ngingashada, ngiyobe ng'ngekh' ejele)
Heyi, uz'ungangigadi mkami, angikh' ejele mina
(Umshado akulon' ijele)
Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele
(Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele)
Njengoba mina la ekhaya bengihamba kuze kuse

(Noma ngingashada, ng'yobe ng'ngekh' ejele)
Heyi, uz'ungangigadi mkami, angikh' ejele
(Umshado akulon' ijele)
Noma ngingashada, ngiyobe ng'ngekh' ejele
(Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele)
Heyi, uz'ungangigadi mkami, angikh' ejele mina
Umshado akulon' ijele
Noma ngingashada, ngiyobe ng'ngekh' ejele
Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele
Uz'ungangigadi mkami, angikh' ejele
Umshado akulon' ijele
Uz' ungangigadi, mkami, angikh' ejele
Umshado akulon' ijele (Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele)
Uz'ungangigadi mkami, angikh' ejele
Umshado akulon' ijele
Uz'ungangigadi mkami, angikh' ejele
Umshado akulon' ijele (Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele)
Uz'ungangigadi mkami, angikh' ejele
Umshado akulon' ijele
Uz'ungangigadi mkami, angikh' ejele
Umshado akulon' ijele (Noma ngingashada, ngiyobe ngingekh' ejele)

Khuzani - Ispoki Esingafi
Album Ispoki Esingafi
date of release
29-11-2020

Attention! Feel free to leave feedback.