L'vovo Derrango - Resista Lyrics

Lyrics Resista - L'vovo Derrango



Sekhuphele inyanga, ngizama, ngilamba, ngihamba, ngizula
Ngifuna amandla o kwenz' ialbum
Kodwa namhlanje, uthule, lalele, lindela ukuzwa
Ukhuthi lengoma imnandi hini
Hau nawe uya izwela, kuyafiwa, le sghubhu sine nduku
Sishaya, singi khumbuz' e Durban
Hau nawe uya izwela, simnandi
Siqentsiza amathi, si enjoye,
Sikwenza ufun' ukuya e Durban
Sekhuphele inyanga, ngizama, ngilamba, ngihamba, ngizula
Ngifuna amandla o kwenz' ialbum
Kodwa namhlanje, uthule, lalele, lindela ukuzwa
Ukhuthi lengoma imnandi hini
Uzongi resista kanjani sengifikile?
Ngipheth' isigubhu e si vuth' umlilo
Ubenge, ubenge, ubenge, ubenge, ngisi cishe
Uthi L'Vovo awu sivule futhi
Ekse Derrango, 'thataphi le sgubhu le simnandi kangaga
Singenza ngijaive non stop
ICherry yami iya sincanywa
Mpinj yami iyasifuna
Dj uyasidlala
Wonke umuntu ugwala ngaso
Sengizole umhlaba, ngiyabezwa abantu bekhuluma ngencoma, ngesghubhu
Eh Derrango, awu ngijele nge mfihlo yakho
Eyokuyenza ingoma emnandi e rocka umhlaba wonke



Writer(s): Zakhele Madida, M. Mdabe


L'vovo Derrango - Derrango
Album Derrango
date of release
19-09-2008




Attention! Feel free to leave feedback.