Lyrics Kuyafundw' Osizini (Ilembe) - Ladysmith Black Mambazo
Wena
Lembe
eleq'
amanye
amalembe
Ufundephi
wena?
Leso
sikolo
owafunda
kuso
singagowala
kuso
Sonke
abanye
bathi
wafunda
Osizini
Schoof
Wafunda
wagogod'
ekuhluphekeni
School
Kepha
wena
sengathi
usufuna
ukukubalekela
nje
Ukuhlupheka
kuyafundwa
ekuhluphekeni
Kuyafundwa
osizini
mngani
wami
bo!
Yizwa
ke
Kwangilungela
ukuba
ngihlushwe
Ukuze
ngifunde
izimiso
zakho
Baba
wami
Umthetho
womlomo
wakho
muhle
Kunezinkulungwane
zegolide
nesiliva
baba
wami.
Lalela
ulalelisise
kahle
ilwile
insizwa
Ilwe
namadimoni
ilwe
yaphumelela
Abaleka
amadimoni,
ayabaleka
zilwile
Zilwe
namadimoni
evimba
umculo
womdabu
Ukuthi
ungaphumeleli,
isipho
sethu
Esivela
kubaba
singaphumeleli
Kodwa
sibizwe
ngokuthi
sifundile
Sifundi----le
ufundeni?
Wazini?
Uma
ungamazi
uNkulunkulu
Yini
oyaziyo,
uma
ungamazi
uMdali
wakho
Yini
oyaziyo,
uma
ungamazi
ngish---ubaba
wakho
Nje
yini
oyaziyo
uma
ungamazi
(ngisho)
Umama
wakho,
yini
oyaziyo?
Ungamazi
umama
wakho
Attention! Feel free to leave feedback.