Ladysmith Black Mambazo - Nkosi Yama Khosi Lyrics

Lyrics Nkosi Yama Khosi - Ladysmith Black Mambazo



Khulekani zinsizwa nangu umntwana
Bow soldiers here is the king
Sithi bayede
Bayede ndabezitha
Sithi bayede
Bayede ngonyama yesizwe
Sicela ukwedlula lapha
Siswana somhambi
Asingakanani
Singangenso yenyoni
Khulekani zinsizwa nangu umntwana
Sithi bayede
Bayede ndabezitha
Sithi bayede
Bayede ngonyama yesizwe
Sicela ukwedlula lapha
Siswana somhambi asingakanani
Singangenso yenyoni
Hheyi wena mfana
Wawukhona
Wawukhona wensizwa
Wawukhona
Wawukhona wensizwa
Wawukhona mhla kubuthwa amabutho
Wawukhona yini
Wawukhona Wawukhona
Wawukhona
Wawukhona yini
Wawukhona Mhla kubuthwa amabutho
Wawukhona yini
Wawukhona
Wawukhona wensizwa
Wawukhona
Wawukhona wensizwa
Wawukhona mhla kubuthwa amabutho
Uyamazi uqaba yembube
Uqaba
Uqaba yembube
Nophondo
Nophondo lweNdlovu
Thina sazi untaba yezulu
Nansi ingangazane
Umanukela ingangazane eyanukela izizwe
Way'thinta ingangazane
Umanukela ingangazane eyanukela
Izizwe
Khiphi nkunzi
Wayikhipha, wayikhipha inkunzi ekhaya
Wayikhipha inkunzi
Wayikhipha, wayikhipha inkunzi ekhaya
Wayikhipha lombhemi
Wayikhipha inkunzi Khiphi inkunzi esibayeni
Vuka ayibambe
Uphi uvuka ayibambe
Khuphula ngwenya
Wakhuphula ingwenya emanzini
Thina namhlanje
Thina sinenala
Thina namhlanje
Thina sinenala
Hhayi
Heeeeee
Khanyisa nkosi
Khanyisa nkosi kwelakithi
Emnambithi




Ladysmith Black Mambazo - Spirit Of South Africa
Album Spirit Of South Africa
date of release
28-09-2011




Attention! Feel free to leave feedback.