Ladysmith Black Mambazo - Yibo Labo (These Are the Guys) Lyrics

Lyrics Yibo Labo (These Are the Guys) - Ladysmith Black Mambazo



Anibosibheka thina zinsizwa
Anibosibheka thina, Anibosibheka thina
Anibosibheka thina, singama Black Mambazo.
Abanye bathi;
Thina singama Durban Choir.
Abanye bathi
Thina singama Qulusi
Abanye bathi
Thina singama Mbazo amnyama
Abanye bathi;
Thina singama Qulusi
Wobhasobha wethu ungasitheli ezinkunzini.
Yith' anibos' bhasobha
Yith' anibos' bhasobha
Yith' anibos' bhasobha
Ungabos' thel' enkunzini
Lapho iyabhomb' i Black Mambazo
Omama benu namhla simukayo.
Ziyemith' emashendeni kodwa kaziboni
Kokhal' abazali emakhaya bafana.
Ziyemith' emashendeni kokhal' umama
Ziyemitha kokhal' umama
Kodwa kazibonikuyokhal' umana
Ngiphelezele mama
Ngiphelezele mama ngifunukuy' emfuleni
Amanz' awekho ngisaba lomuntu omunde
Ngisaba lomunt' omunde
Ngisaba lomunt' omunde
Amanz' awekho ngisaba lomuntu omunde
Ngisaba lomunt' omunde
Ngisaba lomunt' omunde
Amanz' awekho ngisaba lomuntu omunde
Sangena sangena thina
Sangena sangena, bonke bayokhala
Sisho le emakhaya khona intombi ikhetha emthandayo
Vuma nsizwa
intombi uma igoma la ithanda khona
Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo
Vuma nsizwa
intombi uma igoma la ithanda khona
Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo.
Intombi mayiqoma iqoma la ithanda khona
Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha emthandayo
Intombi mayiqoma iqoma la ithanda khonda
Wena musukulwa ngoba intomb' ikhetha
emthandayo.
Yibo labo,
Yibo labo abafana
Bangikhumbuz' ekhaya
Yibo labo
Yibo labo abafana
Abangikhumbuz' ekhaya
Yibo labo ngempela abaseMnambithi
Bangikhumbuz' ekhay' eMnambithi
These Are the Guys (English translation)
You should watch us closely
You should watch us closely
You should watch us we are the Black Mambazo
Others say;
We are the Durban Choir
Others say;
We are the abaQulusi
Others say;
We are the Black Mambazo
Yet others say;
We are the abaQulusi
Be careful brother, don't throw us in with the bulls
Beware of us
Beware of us
Beware of us
Do not throw us in with the bulls
The Mambazos are fierce
There usually are problems with secret lovers
The elders never approve
There usually are problems
There are problems with secret lovers
But people never seem to be aware
Until their mothers complain.
Come with me mother
Come with me I want to go to the river
There is no water I'm scared of the tall man
I'm scared of the tall man
I'm scared of the tall man
There is no water I'm scared of the tall man.
We have arrived
We have arrived and everyone will notice.
Even back home where a woman is free to choose a lover
Guys should not fight
When a woman falls for a lover of her own choice
Do not fight because she has a right to choose her own lover
(repeat)
They are the ones
These guys from Mnambithi (Ladysmith)
Who make me homesick
I have not been home in such a long time
These are the guys
These guys from Mnambithi
Who bring me nostalgia
They are the ones, they are the ones.



Writer(s): SHABALALA BEKIZIZWE JOSEPH


Ladysmith Black Mambazo - Shaka Zulu
Album Shaka Zulu
date of release
01-01-1970




Attention! Feel free to leave feedback.