Phuzekhemisi - Thina Ngeke Lyrics

Lyrics Thina Ngeke - Phuzekhemisi



Ah woh thina angeke
Ah woh thina angeke weynsizwa
Ah woh thina angeke benithi ningahlula thina kanjani ngengoma
Benithi ningashaya thina ngengoma?
Ah woh thina angeke
Woh thina angeke wey'nsizwa, benithi ningashaya thina kanjani
Nanithi ningashaya thina kanjani? Nashay'nsizwa ahh
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi)
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi)
(Wawuthi ungahlula thina kanjani ngengoma)
(Hhelele hhaybo wemadoda)
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi)
(Wawuthi ungahlula thina kanjani ngengoma)
(Hhaybo weh madoda hhaybo wey'nsizwa)
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi)
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi)
(Wawuthi ungahlula thina kanjani ngengoma)
Ah woh thina angeke
Ah woh thina angeke
Nanithi ningashaya thina kanjani?
Nanithi ningashaya thina kanjani? Nashay'nsizwa ahh
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi)
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi)
(Wawuthi ungahlula thina kanjani ngengoma)
(Hhololo hhaybo madoda ah wey'nsizwa)
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi)
(Uhamb' utshela abantu into ngayazi)
(Wawuthi ungahlula thina kanjani ngengoma)
Z'bambe mfana Phuzekhemisi madoda
Dlala ngempela mfana zishay' ingoma
Khona phezulu eSontweni ngizwa bathi umfula
Engiwphuzayo ngiphuz' uMakhoya khona phansi kwaDumisa
Ngangilokhu ngibatshela kancane bethi bayoybamb' iMamba
Ngithi musan' ukuythinta bafana izonlimaza
Bhu! Yenyuka lapho-ke mfo'ka Ngwazi emabhesini
Yindonse lapho nyon' emhlophe inkostina tuh
Ah woh thina angeke
Ah woh thina angeke
Nanithi ningashaya thina kanjani?




Phuzekhemisi - Colours of Africa: Phuzekhemisi (Collectors Edition)




Attention! Feel free to leave feedback.