Rebecca Malope - Angingedwa Lyrics

Lyrics Angingedwa - Rebecca Malope



Oh mhla liduma izulu,
Unyazi lusabeka
Namanz' olwandl' amakhulu ecish' ukungigwinya...
Ngizwa amazwi kaJesu ethi "Ungesabi chaa!, ngingeke ngikushiye"
Cha angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Noma kuvel' ukulingwa nosizi olukhulu
Noma kudangel' umoya ngishiywe izihlobo
UJesu unami njalo ngiyo kuthula Ngaye
Ushil' angek' angishiye Cha angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Owang'fela eGolgotha. owahlushwa ngenxa yam'
Ngob' ulapho nobumthombo wokugez' izono zam'
Ungilungisel' indawo esihlalweni Sakhe
Ngiyakuhla hlala naye njalo ohh cha angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa
Angingedwa: Chaa angingedwa oh cha angingedwa
Ushil' angekangishiye chaa angingedwa



Writer(s): Traditional


Rebecca Malope - Rebecca Malope: Greatest Hits
Album Rebecca Malope: Greatest Hits
date of release
06-02-2007




Attention! Feel free to leave feedback.