S'fiso Ncwane - Ngibonga Umusa Lyrics

Lyrics Ngibonga Umusa - Sfiso Ncwane



Ngiyabonga baba
Ohh ngiyabonga
Ngibong' umusa, umusa kaJeso
Kube yena wayengekho
Ngabe angikho langikhona
Ngibong' ukuthandwa
Ukuthandwa nguwe Jeso
Kube wena wawunge, ngabe angikho langikhona
Kube wena wawungekho baba
Ngabe impilo yami yaba sebunzimeni
Baba ngiyabonga, baba ngibonga uthando lwakho
Ngiyabonga ngomusa wakho,(baba)
Ngabe angikho langikhona
Baba ngibong' umusa wakho, hha ngab' angikho langikhona
Baba ngiyabonga weh,(oh ngiyabonga! ngobusaba khona)
Ngabe angikho langikhona
Baba ngiyabonga weh
(Oh ngiyabonga! ngobusaba khona) ngibonge baba ukthandwa wuwe Jesu
Baba wekh' eningini-ke baba
Ohh baba ngab' angikho lang'khona!
Ngiyabonga Nkosi yami (oh ngiyabonga ngob' usabakhona)
Ohh oh ngab' angikho langikhona
Baba ngiyabonga uthando lwakho
(Oh hho hho ngiyabonga, ngibong' uthandwa wuwe
Ngiyabonga ngob' usaba khona)
Kube wena wawungekho ngab' angikho lang' khona
(Ngab' angikho lang' khona)
Ngibhekwe wuwe Nkosi yami
Yeah yii
(Oh ngi-yabonga!)
Ngiyabonga ngob' usabakhona
Oh wena baba ngiyabonga
Oh hho hho ngab' angikho lang'khona
Ngiyabonga kuwe Somandla
(Oh ngiya bonga ngob' usaba khona)
Baba ngaba awzange ubekhona empilweni yami
Ngabazange ngibe nje, (ngab' angikho lang'khona)
Ngibong' umusa, ngibong' umusa baba
(Ngilapha ng'khona namhlanje kungo musa)
Baba kungethanda kwakho (ngab' angikho lang'khona)
Baba ngiyabonga (baba ngiyabonga) ngiyabonga baba
Ngob' usaba khona, ngaba' angkhokho lang'khona
Baba ngiyabonga uthando lwando, (ngiyabonga ngomusa wakho)
(Oh ngab' angikho lang' khona)
(Ngiyabonga ngomusa wakho)
Baba ngab' angikho langikhona
Ngab' ak'zange k'fike lokho kukhona baba
Ngik'nikeza udumo, ngiyabonga Nkosi Jesu
Nguwe wedwa onamandla, okwenza nje
Oh baba ngab' angikho la ngikhona



Writer(s): Ronnie Ncwane Sfiso


S'fiso Ncwane - Bayede Baba
Album Bayede Baba
date of release
01-01-2019



Attention! Feel free to leave feedback.