S'fiso Ncwane - Ngiyamthanda Lo Jesu....Yebo Lyrics

Lyrics Ngiyamthanda Lo Jesu....Yebo - Sfiso Ncwane



Mina ngyamthand' uJesu
Ngizohlala naye
Mina ngyamthanda loJesu, bo (ngyamthanda loJesu)
Osihlala la naye (mina, ngyamthanda, yebo)
Mina ngyamthanda loJesu, bo (ngyamthanda loJesu)
Osihlala la naye (mina, ngyamthanda, yebo)
Mina ngiyamthanda (ngyamthanda loJesu)
LoJesu wami (mina, ngyamthanda, yebo)
Mina ngyamthanda (ngyamthanda loJesu)
LoJesu wami (mina, ngyamthanda, yebo)
Mina ngeke ng'sukekuye
Ngyohlala naye
Ngob' uthando lwakhe lyamangalisa
LoJes' engim'khonzayo
Ungithathe lana manje aw'bekhe useng'bekekuphi
Uthando lukaJesu wami al'pheli
Oh, mina ngyamthanda, bo (ngyamthanda loJesu)
LoJesu (mina, ngyamthanda, yebo)
Oh, mina ngyamthanda, bo (ngyamthanda loJesu)
LoJesu (mina, ngyamthanda, yebo)
Uthando lwakhe al'pheli (ngyamthanda loJesu)
Lyababazeka (mina, ngyamthanda, yebo)
Uthando lukaJesu (ngyamthanda loJesu)
Luyababazeka (mina, ngyamthanda, yebo)
LoJesu mina ngyamthanda, bo (ngyamthanda loJesu)
Ngyamthanda LoJesu (mina, ngyamthanda, yebo)
LoJesu mina ngyamthanda, bo (ngyamthanda loJesu)
Ngyamthanda, we (mina, ngyamthanda, yebo)
Ngizohlala naye, ngizohamba naye (ngyamthanda loJesu)
Noma kuphi (mina, ngyamthanda, yebo)
Ngizohlala naye, ngizohlala naye (ngyamthanda loJesu)
Noma kuphi (mina, ngyamthanda, yebo)
Ngizohamba naye, ngizohlala naye (ngyamthanda loJesu)
(Mina, ngyamthanda, yebo)
Oh, mina ngyamthanda uJesu (ngyamthanda loJesu)
Ngyamthanda we (mina, ngyamthanda, yebo)
Mina ngyamthanda uJesu wam' (ngyamthanda loJesu)
Ngyamthanda, bo (mina, ngyamthanda, yebo)
Mina ngyamthanda (ngyamthanda loJesu)
Oh-ye (mina, ngyamthanda, yebo)
Mina ngyamthand' uJesu



Writer(s): Ronnie Ncwane Sfiso


S'fiso Ncwane - Bayede Baba
Album Bayede Baba
date of release
01-01-2019



Attention! Feel free to leave feedback.