Sjava feat. Mzukulu & Anzo - Eweni Lyrics

Lyrics Eweni - Sjava feat. Mzukulu & Anzo



isala kutshelwa, mhlape yimi
mhlape ngiyobona ngomopho
ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
angisaboni noma konakala ngiwela eweni
ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
angisaboni noma konakala ngiwela eweni
ngisho abafwethu, mabengibonisa ngawe angibambeki, angikhuzeki
ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe, angibambeki
ngangikulobole ngenhloso eyodwa
ngangithanda ukuma kwakho
ngangingazitsheli ukuthi koze
ngangikulobole ngenhloso eyodwa
ngangichazwa ukuma kwakho
ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje
ngangikulobole ngenhloso eyodwa
ngangichazwa ukuma kwakho
ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje ungumkami



Writer(s): vuyo mnyike


Sjava feat. Mzukulu & Anzo - Umqhele
Album Umqhele
date of release
14-12-2018



Attention! Feel free to leave feedback.