Smoosh - My Dali Lyrics

Lyrics My Dali - Smoosh



Uyangifonela umy dali
Uyangifonela umy dali
Uthi kimi awubuye ekhaya, awubuye ekhaya
Uyangifonela umy dali
Uyangifonela umy dali
Uthi kimi awubuye ekhaya, awubuye ekhaya weena
Awubuye ekhaya weena
Awubuye ekhaya
Ngicela ungakhali
Sthandwa khumbula ngisazobuya
Ngicela ungakhali
Noma ngilena espani sthandwa ngiyakukhumbula
Nguwena wedwa njalo
Thina sisuka kude nawe
Impilo ingekho lula konke manje kuyahlangana
Sekunyanye umthakathi
Ngicela utshele labafana
Bengathinti izinto zami
Konke manje kuyahlangana
Ngingabuya noma inini
Mina ngakucela enkosini
Shwele baba, njalo ngihleli ngibonga
Ngokungipha umuntu ogcwele ekhanda, ongagcini ngobuhle
Bonke laba bebengihleka njalo
Manje bayangifuna
Mina ngifuna wena, ngigcwele ngawe futhi ngisazobuya
Uyangifonela umy dali
Uyangifonela umy dali
Uthi kimi awubuye ekhaya, awubuye ekhaya
Uyangifonela umy dali
Uyangifonela umy dali
Uthi kimi awubuye ekhaya, awubuye ekhaya weena
Awubuye ekhaya weena
Awubuye ekhaya
Kuphele unyaka wonke mina ngingakuboni
Ngidlalwa imizwa manje mina angisakhoni
Awudali mina ngishiswa uthando, ngishiswa uthando dali
Mina ngishiswa uthando ngishiswa uthando dali
Lothi lishona lobelishona nami kusasa my dali
Ngiyafunga lona lingaduma emini
Ngikhumbule usungibiza soka lami
Ungibambe ungibheke emehlweni ungitshele uyisthandwa sami
Impilo yami yonke ngifuna uthando lona aluboli
Impatho enhle kangaka westhandwa awuphoxi
Abazali kungcono bona bevume, abazali kungcono bona bevume
Ngithathe wena ubengowami
Uyangifonela umy dali
Uyangifonela umy dali
Uthi kimi awubuye ekhaya, awubuye ekhaya
Uyangifonela umy dali
Uyangifonela umy dali
Uthi kimi awubuye ekhaya, awubuye ekhaya weena
Awubuye ekhaya weena
Awubuye ekhaya



Writer(s): Nduduzo Mfekayi


Smoosh - Impilo Iyahlanganyelwa
Album Impilo Iyahlanganyelwa
date of release
19-06-2020




Attention! Feel free to leave feedback.