Zola - Ibandla Lyrics

Lyrics Ibandla - Zola



Nabo mndeni bangifihlel'amehlo
Njengomnyango oya"kwinhliziyo
Njengencwadi ey'isambulo
Kusho khon'alusekh'uthando
Nginemibuzo ngabakushoyo
Yithathe yonke eyam'imfudumalo
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ndodana ngok'khumbula.
Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ngobe ngim"eduze kwakho.
Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ndodana ngok'khumbula.
Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ngobe ngim"eduze kwakho.
Bamthukile yen'umama wami
Baxhaphaza nezingane zami
Balebile iTalente lami
Bamoshile umsebenzi wami
Ngikusebenzele busheni bami
Tshela mina bab'uvumeleni
Uthi kimi "hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ndodana ngok'khumbula.
Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ngobe ngim"eduze kwakho.
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ndodana ngok'khumbula.
Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ngobe ngim"eduze kwakho.
Khonamanjalo sekusekuseni
Zicula kamnand'inyoni emfuleni
Misebe yelanga ebusweni bami
Kusho khona nigciniw'emseni
Uthi ndodana akukapheli
Msebenzi wakho lapha emhlabeni
Khuluma baba "hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ndodana ngok'khumbula.
Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ngobe ngim"eduze kwakho.
Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ndodana ngok'khumbula.
Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
"Hlali hluthw"ibandla
Ngobe ngim"eduze kwakho.




Zola - Unyezi
Album Unyezi
date of release
26-08-2011




Attention! Feel free to leave feedback.