Simmy - Njalo (Ufikile) Lyrics

Lyrics Njalo (Ufikile) - Simmy



Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Wangishay' umuntu ngaphela
Ngaphela nokuzazi, awu nokuzazi
Awu ngithi ngiyazizwa kwaze kwaphela namandla
Yena ufikile enhliz'weni yami
Yena ufikile enhliz'weni yami
Ngithi njalo (njalo), njalo (njalo)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Ngithi njalo (njalo), njalo (njalo)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Mina ngithi njalo (njalo), njalo (njalo)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Hayi, hayi, hayi
Angifihli lutho
Hayi, hayi, hayi
Angifihli lutho
Hayi angifihli lutho
Hayi, mina angifihli lutho
Hayi, hayi, hayi
Angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, hayi mina angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Wangishay' umuntu ngaphela
Ngaphela nokuzazi, awu nokuzazi
Awu ngithi ngiyazizwa kwaze kwaphela namandla
Yena ufikile enhliz'weni yami
Yena ufikile enhliz'weni yami
Ngithi njalo (njalo), njalo (njalo)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Ngithi njalo (njalo), njalo (njalo)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Mina ngithi njalo (njalo), njalo (njalo)
Yena ufikile enhliz'weni yami
(Ufikil' enhliz'weni yami)
Angifihli lutho
Hayi, hayi, hayi
Angifihli lutho
Hayi angifihli lutho
Hayi, mina angifihli lutho
Hayi, hayi, hayi
Angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho
Njengentombi yakwaZulu
Mina angizofihla lutho, angifihli lutho



Writer(s): Sanele Tresure Sithole, Simphiwe Majobe Nhlangulela


Simmy - Tugela Fairy
Album Tugela Fairy
date of release
26-10-2018




Attention! Feel free to leave feedback.