Malaika - Mhla' Uphel' Amandla paroles de chanson

paroles de chanson Mhla' Uphel' Amandla - Malaika



Oh oh
Oh wangiphox' udali wami
Oh wangishiya usweetie wami
Ngenxa yokuthi, ay seyiphilile imali yami
Oh oh
Wang'biza, wang'biza, wang'biza, ngamagama
Wangitshela ukuthi "sengithole abancono"
Dali wam' wangibuka wanginyanya
Uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Dali wami wangibuka wanginyanya
Heh uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Ah ngithi phel' amandla (phel' amandla)
Phel' amandla (phel' amandla)
Ngithi phel' amandla (phel' amandla)
Phel' amandla (phel' amandla)
Ey uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Hay aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla yoh (phel' amandla)
Aphel' amandla yoh (phel' amandla)
Aphel' amandla yey uzong'khumbula
Mhla' uphel' amandla
Waphuma wahamba wathi ngiy'eGoli
Wang'bhekisela phansi, westhandwa sami
Wakhuluma kabi ngomkhukhu wami ma'
Ikhaya lethu, ikhaya lethu webabo
(Mmm, ikhohliwe ung'shiyile)
Ay khohlwa sthandwa
(Wait a minute, let me finish)
Uye wang'shiya nengane zethu
Ey wayokhulisa, ey wayokhulisa
Omunye umuzi wenye indoda
Dali wam' wangibuka wanginyanya
Uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Dali wami wangibuka wanginyanya
Heh uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Hay aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla yoh (phel' amandla)
Aphel' amandla yey ye
(Phela amandla uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla)
Hay hay hay hay aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla (phel' amandla)
Aphel' amandla yoh (phel' amandla)
Aphel' amandla yey ye
(Phela amandla uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla)
Aw yeyeyeye
Aw yeyeyeye
Aw ye (hey iyelele) oh, o-o-oh
Aw yeyeyeye (phela amandla)
Aw yeyeyeye (phela amandla)
Helele helele (phela amandla) helele hey yeah
(Phela amandla uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla)
Dali wam' wangibuka wanginyanya
Uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Dali wami wangibuka wanginyanya
Heh uzong'khumbula, mhla' uphel' amandla
Aw yeyeyeye (phela amandla)
Aw yeyeyeye (phela amandla, phela amandla)
Phela amandla uzong'khumbula mhla' uphel' amandla



Writer(s): Godfrey Pilane, Bongani Nchang, Jabulani Ndaba


Malaika - Malaika
Album Malaika
date de sortie
10-10-2003




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.