Malaika - Ongi Holayo paroles de chanson

paroles de chanson Ongi Holayo - Malaika



Mmmm ooh
Ngelinye lamalanga bo
Awu ngihamba nabangani bami
Awu ngimosha ngitshontsha ngihlukumeza abantu
Kodwa manje ngimeli ujesu oh
Awu khange nginikele ngaku lo mhlaba
Ngiphuma ngingena yonki indawo
Umphefumlo wami ufunukuthula
Wangthol'ujesu wangisindisa
Mina ngino jesu wami ongiholayo
(Wami ongiholayo)
Ongiholayo
Awu mina ngino jesu wami ongiholayo
(Wami ongiholayo)
Ongiholayo
Ongiholayo
(Ongiholayo)
Awu ongiholayo
(Ongiholayo)
Ongiholayo
(Ongiholayo)
Awu ongiholayo
Ngiyabonga nkosi yami
Ngokungikhulula ezulwini
Akekho omunye ofana nawe
Awu uyinkosi yamakhosi
Ulithemba lami uluncedo lwami
Nkosi yamakhosi ngonyama yamajuda
Akekho omunye ofana no jehova
Umdali wemhlaba nezulu
Mina ngino jesu wami ongiholayo
(Wami ongiholayo)
Ongiholayo
Awu mina ngino jesu wami ongiholayo
(Wami ongiholayo)
Ongiholayo
Ongiholayo
(Ongiholayo)
Awu ongiholayo
(Ongiholayo)
Ongiholayo
(Ongiholayo)
Awu ongiholayo
Ongiholayo
Ongiholayo
Ongiholayo
Ongiholayo
Ongiholayo
Wangithath'ujesu
Wangibeka
Wangisusa wathi hlala lana
Akekho omunye ofana no jesu
Awu ye, ngisasho futhi ngithi
Mina ngino jesu wami ongiholayo
(Wami ongiholayo)
Ongiholayo
Awu mina ngino jesu wami ongiholayo
(Wami ongiholayo)
Ongiholayo
Ongiholayo
(Ongiholayo)
Ongiholayo
(Ongiholayo)
Ongiholayo
(Ongiholayo)
Awu ongiholayo
Awu mina ngino jesu wami ongiholayo
Uyangihola uyangihola
Awu mina ngino jesu
Wami ongiholayo
Oh ngiyabonga thixo wami
Uyinkosi yamakhosi somandla
UAlfa ne Omega
Halala



Writer(s): Godfrey Pilane, Bongani Nchang, Jabulani Ndaba, Matshediso Moholo


Malaika - Malaika
Album Malaika
date de sortie
10-10-2003




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.