Nothando - Thapelo (Prayer) paroles de chanson

paroles de chanson Thapelo (Prayer) - Nothando



Nkosi yami
Ngithandaza wena wedwa
Wena wuwe oleth' ukuphila
Ngami, ngami
Nkosi yami (simakade)
Ngithandaza wena wedwa (nami ngithandaza wena wedwa)
Wuwe oleth' ukuphila (baba leth' ukuphila)
Ngami, ngami (ngiyakhuleka namhla)
Ngithembe wena wedwa (Mina ngithembe wena wedwa)
Mdali weZulu (mdali we zulu, mdali we zulu)
Ngiphakamisa izandla kuwe
Ngiphakamisa konke kuwe
Ngiphakamisa izandla kuwe Mdali
Ngithembe wena wedwa (Ngithembe wena Jesu)
Mdali we Zulu (wena ungumdali wezulu)
Ngiphakamisa izandla kuwe (Ngileth' izibombo kuwe)
Ngiphakamisa konke kuwe (Ngileth' indumiso kuwe)
Ngiphakamisa izandla kuwe Mdali (mina
Ngiphakimisa, Jesu ngiphakamisa, nami ngiphakamisa)
Ngithembe wena wedwa (Ngithembe wena Jesu)
Mdali we Zulu (wena ungumdali weZulu)
Ngiphakamisa izandla kuwe
Ngiphakamisa konke kuwe
Ngiphakamisa izandla kuwe Mdali (Ngiphakamisa, ngoba kukufanele Jesu)
Ngithembe wena wedwa (Ngithembe wena wedwa Jesu)
Mdali we Zulu (Mkhuseli wethu, nini nanini)
Ngiphakamisa izandla kuwe (ngiphakamisa)
Ngiphakamisa konke kuwe (mina ngiphakamisa)
Ngiphakamisa izandla kuwe Mdali
(Jesu ngiphakamisa, ngiphakamisa, Mdali)



Writer(s): Thapelo Makateng


Nothando - Impilo Yami
Album Impilo Yami
date de sortie
10-05-2016



Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.