Phuzekhemisi - Abakwa Ndosi paroles de chanson

paroles de chanson Abakwa Ndosi - Phuzekhemisi

Weh Ndosi ubobekezela Ndosi noma kulikhuni bekezela Ndosi

We Ndosi ngisho kwezok'thutha bakbiza ngeskhokho k'fanele Ndosi

Abakwa Ndosi abakwa Magayi woh inkomo isengileyo

Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo
(Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo)
Weh Ndosi ubobekezela Ndosi noma kulikhuni bekezela Ndosi
(Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo)
Weh Ndosi ubobekezela Ndosi noma kulikhuni bekezela Ndosi
(Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo)
We Ndosi ngisho kwezok'thutha bakbiza ngeskhokho k'fanele Ndosi
(Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo)
Ih ih
Zasha ku mfoka Majazana madoda
Khona phansi eMkhomazi langbuya khona
Mina umful' enguwphuzayo ng'phuza uMakhoya kade
Ngang'lokhe ng'batshela kancane
Bethi bayoyi bamba iMumba isemgodini
Ngithi musani ukuydlokodla bafana izonlimaza
Bhu! Uthini lapho we General Bheki Cele
Awbheke awbheke awbheke
Aw unganaki unganaki unganaki
Kushayiwa kudonswane
Ledonsayo iyon' eshaywayo
Awbheke
Weh Ndosi ubobekezela Ndosi noma kulikhuni bekezela Ndosi
We Ndosi ngisho kwezok'thutha bakbiza ngeskhokho k'fanele Ndosi
Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo
(Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo)
(Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo)
Weh Ndosi ubobekezela Ndosi noma kulikhuni bekezela Ndosi
(Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo)
Weh Ndosi ubobekezela Ndosi noma kulikhuni bekezela Ndosi
(Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo)
We Ndosi ngisho kwezok'thutha bakbiza ngeskhokho k'fanele Ndosi
(Abakwa Ndosi abakwa Magayi abakwa nkomo isengileyo)

Writer(s): Joseph Shabalala, Charlio Sharbek

Phuzekhemisi - Amapasi
Album Amapasi
date de sortie
10-07-2011

Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.