Phuzekhemisi - Baba Ka Vukumphinde paroles de chanson

paroles de chanson Baba Ka Vukumphinde - Phuzekhemisi

Weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi

Njengoba isimo sinjena ekhaya usumphindile futhi

Weh baba ka Vukumphinde awyini lento oyenzayo?

Weh baba ka (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)

Njengoba isimo sinjena ekhaya (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)
Bayohlamile abantu (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)

Zibambe phela mfoka majaza madoda
Khona phansi eThwekwini lengikhona
Ngangilokhe ngibatshela kancane bethi bayoybamb′ iMamba isemgodini
Ngathi musani musani ukuydlokodla bafana
Bhu!
Baba ka Vukumphinde, vuk' umphinde futhi seksile
Weh baba ka Vukumphinde phela hhaybo kuphinde kuhleliwe umndeni
Abantu masebeya emashumini amabili bazodlani njengoba isimo somnotho sinje
Ngihamba nensizwa namhlanje
Ngihamba nomfoka Manyofana kwa Ceza eSkraal
Langqhamuka khona umfula engiwphuzayo
Ngiphuza eUmhlekazi enhla nawo sehla ngama Hlabathi
Olundi lapho engiwthenga khona eytolo
Aykhona mfoka Majazana kwelakithi lika Ceza
Aykhona asthuthukile
Namanje basthembisa ugesi basthembisa amanzi
Bathi kuyeza nanamhlanje kulokhe akuzi, akuzi lutho
Weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi
Weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi
Njengoba isimo sinjena ekhaya (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)
Njengoba isimo sinjena ekhaya (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)
Weh baba ka (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)
Weh baba ka (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)
Njengoba isimo sinjena ekhaya (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)
Weh baba ka (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)
Weh baba ka (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)
Weh baba ka (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)
Njengoba isimo sinjena ekhaya (weh baba ka Vukumphinde usumphindile futhi unina ka Vukumphinde)

Phuzekhemisi - Bayede Zulu
Album Bayede Zulu
date de sortie
10-05-2012

Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.