Smoosh - Kwashona Ilanga paroles de chanson

paroles de chanson Kwashona Ilanga - Smoosh



Kazi uzwa abanjani
Kazi uphendula abanjani nje
Sekukaningi mina ngithandaza
Kobanini ngihleli ngikhala
Nginokungena eStage ku-empty esiswini
They say exposure is just for free
Ngi-perform ngiphume ku-empty still
Ngijabulise two or three
Soon abangangazi manje bazongicela amafeature
Acting like they'd always believed.
Sekuze kwashona ilanga labantu bona behubhana nami
Sekuze kwashona ilanga labantu bona befuna imali
Wena nkosi manje kumele ungiphendule phela
Wena nkosi manje kumele ungiphendule
Nomusic manje kumele ungibhadale
Kunini ngispana manje kumele ngikhokhelwe
Nomphakathi awungihloniphi
Uthi ngiliphara
Nomastende silwa njalo naye udinga imali
Umama ukhala njalo uthi angibuye ekhaya
Uthi angibuye ekhaya
Noma ungathi impande yesono kodwa nawe uyayidinga imali
Mina ngikhulele esonto and bekuhlezi kubizwa imali
Kwesinye isikhathi ngizibuza, sinikelelani singenalutho sinikelelani
Besilushova lodwa uphuthu awazi wena
Umane ukhulumele futhi awazi wena
Sekukaningi mina ngithandaza
Awazi wena, awazi wena
Senginokuvala amehlo ami, ngivele ngikhale
Akukho engingakusho kuwena, wazi konke manje
Manje ngiphelelwe ushatini engabe ngizodlani, ngabe ngizodlani
Sekuze kwashona ilanga labantu bona behubhana nami
Sekuze kwashona ilanga labantu bona befuna imali
Wena nkosi manje kumele ungiphendule phela
Wena nkosi manje kumele ungiphendule
Nomusic manje kumele ungibhadale
Kunini ngispana manje kumele ngikhokhelwe
Sekuze kwashona ilanga labantu bona behubhana nami
Sekuze kwashona ilanga labantu bona befuna imali
Wena nkosi manje kumele ungiphendule phela
Wena nkosi manje kumele ungiphendule
Nomusic manje kumele ungibhadale
Kunini ngispana manje kumele ngikhokhelwe



Writer(s): Nduduzo Mfekayi


Smoosh - Old Road New Shoes
Album Old Road New Shoes
date de sortie
07-08-2020



Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.