Vuyo Mokoena feat Rebecca - Ukuzenza paroles de chanson

paroles de chanson Ukuzenza - Vuyo Mokoena feat Rebecca



Oh hayi ukuzenza oh hayi ukuzenza oh hayi ukuzenza oh hayi ukuzenza ngazi mina ngiyophelelaphi kudala
Bengitshela, bengitshela ngoJesu azanke ngilalele namuhla ngiyakhala.
...thuba lam' seliphelile masango avaliwe skathi sam'
Sichithekile bumnandi balomhlaba, ngiyabona ngaphesheya ababasindile bembethe
Lezongubo ubomi basezulwini mina sengiyasha ngifun' ukuphuza manzi bathawatholakali onkasengaphesheya.
...ndadlala ngexesha lami zanke ngibamamele abashumayeli manje ngiyabadinga ngathi
Bangeza la bazongishumayeza langisho khona ithuba alisekhona zintlungu zodwa kodwa ngokhalelaphi imini lengazenzayo.
.Oh hayi ukuzenza oh hayi ukuzenza oh hayi ukuzenza oh hayi ukuzenza ngazi mina ngiyophelelaphi kudala
Bengitshela, bengitshela ngoJesu azanke ngilalele namuhla ngiyakhala.
.Thuba lam seliphelile masango avaliwe skathi sam sichithekile bumnandi balomhlaba ngiyabona ngaphesheya ababasindile bembethe
Lezongubo ubomi basezulwini mina sengiyasha ngifun' ukuphuza manzi bathawatholakali onkasengaphesheya...
.Ukuthi nibatshele laba basemhlabeni ukuthi ukuziphatha kwami
Kundisezintlungwini vumelani abefundisi mabenitsheli'ilizwi ningafani nami engishaya manje...
.Oh hayi ukuzenza oh hayi ukuzenza



Writer(s): Vuyo Mokoena, Zako


Vuyo Mokoena feat Rebecca - Legends
Album Legends
date de sortie
28-11-2008



Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.