Azana - Umaqondana (feat. Sino Msolo) текст песни

Текст песни Umaqondana (feat. Sino Msolo) - Azana




Ngiyehla ngiyenyuka
Angimutholi umaqondana
Izinsuku ziyedlula
Angisithol' isithandwa sami
Bayabusa abalitholil' uthando
Abathi sofa s'lahlane
Bayabusa abalitholil' uthando
Abathi nal' ubambo lwami
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Kuvele kube mnyama mese sek'zokhanya
Noma k'sese mnyama
Ngethemba kuzokhanya
Kuvele kube mnyama mese sek'zokhanya
Noma k'sese mnyama
Ngethemba kuzokhanya
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Andimfuman' usofas'lahlane wami
Andis'fuman' is'thandwa sentliziyo yami
Kaz' 'ba uphi yena, yen' ozovuyisana nami?
Kaz' 'b' utshoneph' na yen' ozohlekisana nami
Owe nami
Ndithi wena
Kuvele kube mnyama mese sek'zokhanya
Noma k'sese mnyama
Ngethemba kuzokhanya
Kuvele kube mnyama mese sek'zokhanya
Noma k'sese mnyama
Ngethemba kuzokhanya
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
(Angimutholi umaqondana)
Ngithi ngishona ngala
Ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Maqondana wami, ushonephi na?
Ah
Maqondana wami, ushonephi na?
Ay
Maqondana wami, ushonephi na?
Ay
Maqondana wami, ushonephi na?
Ay



Авторы: Makhosazana Princess Masango, Sino Msolo, Sinoyolo Msolo



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.