Текст песни




Inkinga, zomhlaba
Zangthatha zangbekala
Umzimba, ubhlungu Umqond'uyalibala
Ngoba bath'ithemba alibulali
Kodwa mna langbulala
Ntliziyo thetha, siyakuphi
Siyakuphi masisuka lana
Ay we Nomzamo
Wa hamb' ethuzobuya
Wa buyese, wa buyese
Esephethe abantwana
Ay we Nomzamo
Wa hamb' ethuzobuya
Wa buyese, wa buyese
Esephethe abantwana
Intliziyo yami
Ishaya ngamandla
Uthando yilo
Umuhle nyani
Kodwa upendwe ngamanga
Wathi uzonglanda
Uzonglanda ma u hamba
Abantu bangi tshele konke
Ang'lalelanga
Ngoba ngyak'thanda
Ay we Nomzamo
Wa hamb' ethuzobuya
Wa buyese, wa buyese
Esephethe abantwana
Ay we Nomzamo
Wa hamb' ethuzobuya
Wa buyese, wa buyese
Esephethe abantwana



Авторы: Mbalentle Madiya


GMasterMusiq - Uboyabenyathi
Альбом Uboyabenyathi
дата релиза
23-02-2021

1   Msholozi
2   Ay Sbo
3   Bambelela
4   Nomzamo
5   Rata Rati
6   Imbalentle
7   Brenda
8   Kind Of Love
9   Ghetto Gospel
10   Wena
11   Mshayeli
12   Mama Ka Sbongile
13   Just Another Story
14   Pikoko




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.
Загрузка
Загрузка