Joyous Celebration - Simangaliso текст песни

Текст песни Simangaliso - Joyous Celebration



Simangaliso
Empilweni yam
Mhla uJesu engisindisa
Walithwal' icala
Kwakungelo lakhe
Ngakhululwa ngahlanzwa
Ngenziwa musha
Ngiyabonga Nkosi
Umus' ongaka
Ukufa (ukufa) wen' ufeli
(Fel' icala lam)
Kwakungamelanga (kwakungamelanga)
(No no no) kuba uze
(Ukhashelw' esiphambanweni)
(Oh oh oh)
Simangaliso, empilweni
Hla uJesu engisindisa
Walithwal' icala
Kwakung' elon' elakhe
Ngakhululwa ngahlanza
Ngenziw' omusha
(Oh oh oh) ngiyabonga Nkosi
(Kuye) umus' ongaka
(Ukufa) ukufa
(Wen' ufeli) ufel' icala lami
(Kwakungamelanga) kwakungamelanga
(No no no) ukuba uze
(Ukhashelwe) ukhashelwe
(Esiphambanweni)
(Oh! Ngiyabonga Nkosi yami)
Ngiyabonga Nkosi (umus' ongaka)
(Uthand' olungaka) umus' ongaka
(Oh oh) ukufa (ukufa)
Ufel' icala lami
(Kwakungamelanga) kwakungamelanga
(No, no, no) ukuba uze
Ukhashelw' esiphambanweni
Ngiyabonga Nkosi yami
Umusa nothando
Ngiyabonga (Nkosi yami)
Umusa nothando (umusa nothando)
(Ngiyabonga Nkosi yami (ngiyabonga Nkosi yami)
(Umusa nothando) umusa nothando
(Ngiyabonga Nkosi yami)
Ngiyabonga Nkosi yami
Umusa nothando (umusa nothando)
Kwakungamelanga ukuba uze
Ukhashelwe esiphambamweni
(Kwakungamelanga) kwakungamelanga
(Oh no no) ukuba uze
Ukhashelw' esphambanweni
(Kwakungamelanga) kwakungamelanga
Ukuze (ukuze)
Ukuba usuke esihlalweni sakho sobukhosa
(Ukhashelw' esiphambanweni)
Hallelujah



Авторы: Sibongiseni Mbele


Joyous Celebration - Joyous Celebration 14
Альбом Joyous Celebration 14
дата релиза
23-04-2010




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.