Joyous Celebration - Uthando Olungapheliyo текст песни

Текст песни Uthando Olungapheliyo - Joyous Celebration

Ngathol' uthando ng'nikiw' umusa
Ngikhululilwe, ngahlanzwa ngegazi
Ngathol' uthando ng'nikiw' umusa
Ngikhululilwe, ngahlanzwa ngegazi
Uthando olungapheliyo, olunoJesu qha
Nomusa esawuphiwayo wanele bonke bo
Uthando olungapheliyo, olunoJesu qha
Nomusa esawuphiwayo wanele bonke bo
Woza nawe (wozake naweke uzothol' ukuphila)
Woza nawe (wozake naweke buyekhaya)
Umufun' uthando
Umufun' ukuthula uJesu mhlobo wathi "Woza
Kimi ngizokuphumuza"
Uthando luyabekezela aluzifunel' okwalo
Lubanzi lujulile eh! (Uthando luyakhoxolela lum'nene)
Lum'nene! (Uthando luka Jesu)
Sith' uthando (uthando olungapheliyo) oluka Jesu!
(OlunoJesu qha!) Nomusa! (Nomusa esawuphiwayo)
Wanele bonke (wanele bonke bo)
Sith' uthando (uthando olungapheliyo) oluka Jesu!
(OlunoJesu qha!) Nomusa! (Nomusa esawuphiwayo)
Wanele bonke (wanele bonke bo)
Woza nawe (wozake naweke uzothol' ukuphila)
Woza nawe (wozake naweke uyekhaya)

Woza nawe (wozake naweke buyekhaya buyekhaya)
Sith' uthando (uthando) nomusa (nomusa)
Kwanele (kwanele) bonke bo (bonke bo)
Sith' uthando (uthando) nomusa (nomusa)
Kwanele (kwanele) bonke bo (bonke bo)
Sith' uthando (uthando olungapheliyo) oluka Jesu!
(OlunoJesu qha) Nomusa! (Nomusa esawuphiwayo)
Wanele bonke (wanele bonke bo)
Sith' uthando (uthando olungapheliyo) oluka Jesu!
(OlunoJesu qha!) Nomusa! (Nomusa esawuphiwayo)
Wanele bonke (wanele bonke bo)
Woza nawe (wozake naweke uzothol' ukuphila)
Woza nawe (wozake naweke) woza nawe
Woza nawe (wozake naweke) woza nawe (uzothol' ukuphila)

Woza nawe (wozake naweke buyekhaya!)

Joyous Celebration - Rewind
Альбом Rewind
дата релиза
14-12-2012

Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.