Mafikizolo feat. Sjava - 10K текст песни

Текст песни 10K - Mafikizolo , Sjava



Uthando lwakho lungishaya ten thousani
Ubusuku nemini ngiyafa ngawe
Uthando lwakho lungishaya ten thousani
Ubusuku nemini ngiyafa ngawe
Ohh giya mizwa yami (giya, giya)
Kukhala umzwilili enhlizweni
Giya mizwa yami (giya, giya)
Ohh ngithi giya mizwa yami weee (giya wee)
Giya mizwa yami (giya, giya)
Kukhala umzwilili enhlizweni (giya we)
Giya mizwa yami (giya, giya)
Ohh ngithi giya mizwa yami wee (giya, giya)
Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza
Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba
Ksukela ekqaleni wena wangi chaza
Wavele waduka nami (waduka nami)
Angazi ngilalephi mangithi ngyachaza
Angazi ngiqalephi mangithi ngyanaba
Ksukela ekqaleni wena wangi chaza
Wavele waduka nami (waduka nami)
Uthando lwakho lungshaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe
Uthando lwakho lungshaya ten thousani (hhay lungishaya 10k)
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe (hhay angyazi intw' enje)
Uthando lwakho dali hhay lungishaya 10k
Mangik'buka dali ngigezamehlo hhay ngik'buka 5k
Queen meets king then the puppy love thing andre 3k
You special uyi 38 uyintanga yami hhay angiz'shayi ngama 2k
Intw' engiyithanda ngawe, ukuthi uyazaz' ufunani
Hhay awuhambi nomoya hhayi awududwa abangani
Mang'nawe k'gidi nhliziyo, ngicela ningalikhiphi ledliso
Zishebo zomfino nombhido, mawungithinta kukhuphuki libido
Ngigudl' oshuku ngi crossi border, ngye swatini ngyolobola
Masezuwshaya k'yogqoz' imfene hhay umthakath' uyozonda
Madlamini jama kasjadu, zizi elimnyama ney' nkomo zalo
Buhl' obunje buhle bendalo, wha wha wha sobhuza somhlola
Uthando lwakho lungshaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe
Uthando lwakho lungshaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe
Angwabolekanga mehlo
Mina ngazalwa nawo
Ingakho ngikwazi ukuyibona
Imbali eqhakazile emhlabeni
Angwabolekanga mehlo
Mina ngazalwa nawo
Ingakho ngikwazi ukuyibona
Imbali eqhakazile emhlabeni
Ngzokutotosa (owami wena)
Ngzok'phatha okweqanda ng'zokutotosa (owami wena)
Uyayitoboza (owami wena)
Nhliziy igxuma okwentothoviyane
Ngzokutotosa (owami wena)
Ngzok'phatha okweqanda ng'zokutotosa (owami wena)
Uyayitoboza (owami wena)
Nhliziy igxuma okwentothoviyane
Uthando lwakho lungshaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe
Uthando lwakho lungshaya ten thousani
Ubusuku ne mini ngyafa ngawe...



Авторы: Sakhile Manqele, Theodore Kgosinkwe, Nhlanhla Bongane Shabangu, Jabulani Hadebe, Sphelele Dunywa, Lucky Mandla Shabangu


Mafikizolo feat. Sjava - 10K
Альбом 10K
дата релиза
10-06-2022

1 10K



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.