Nimbus feat. Khaya - Attraction (Ayibizi Kangako) текст песни

Текст песни Attraction (Ayibizi Kangako) - Nimbus feat. Khaya



Ayibizi, Ayibizi, Ayibiziiii
Ayibizi, Ayibizi, Ayibiziiii
Mili mili mili miliyoni. Thixo ngicela ungipha imiliyoni
Noma ngingenaso is′piliyoni, ng'zoy′bamba ngiyenze ibhiliyoni
Kukhal' iqhude kuze k'fik′ inyoni, ngicabangana ngale miliyoni
Imoto yama-rims e-silicon, k′mele k'vele ngob′ imin' inkosi
Indlu enkulu eno-matrazi, inkosi iyazi ngifun′ unkos'kazi
Asiwona ama-popcorn, s′ngama kip kip nama skopazi
Mawus'phikisa vele ushon' phansi, awazi ukuthi sok′bon′sani
K'dala ngithi as′bamb'sane, wena awufuni ukuthi sibon′sane
Sixoxisane, sixhasane. Wenze ngamabomu, manje uxol'san′?
Queue Marshall awuthi yam'
Angiyifuni i-zola budd ngifuni-Quantum
Izola Budd idabula i'impahla zam′
Mawungafuni suka phamb′ kwam', ngoba wena uchitha
I′skhathi sam', ng′zobeka imali ngitheng' i-trans yam′ (Yeeey!)
I-Range Ne Porsche, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
I-Double Storie, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Injabulo, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Inkululeko, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Sebenza kahle, hhayi kabi. Ningali chithi igazi wezinkabi
Nichith' is'khathi nibang′ ibhadi, ngoba nifuna izigidi zamarandi
Sekuyashisa manje akusabandi, lento eniyenzayo angiyithandi
Lezi gebengu, ijele azil′sabi, kuya ngokuthi ubani ophethe imali
Thixo Somandla ubathethelele. Ziningi izindlela zokuphumelela
AmaXhosa athi ndikrelekrele
Ngikhipha okubi kungene umoya ongcwele
Mabengi bona bayangibingelela
Mawumbona umfowethu, ngicela uphind' umtshele
Imthandazo yenu iyangisebenzela. Ungakhohlwa ukusho izimemezelo
Usayakhuphi?
Ethekwini
Uzohamba ngani?
Nge-Lamborghini
Uyobona bani?
Abakini
Ng′sayabochomela nge-Lambo kini
Imoto enjena, angeke ngihlale ngingayithengi
Ungibona nginjena, kanti kuqala bengikhomba amatekisi
Namhla kunjena kuya ngokuthi izola bengitheni
Ngikhuluma kanjena ngoba umlomo uyadala bafwethu
Ngim'cel′ uthando wathi angeke ngikuphe
Manje ungifuna eduze, ngoba engibona kude
(Yeeey!)
I-Range Ne Porsche, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
I-Double Storie, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Injabulo, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Inkululeko, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Bhili bhili bhili bhiliyoni. Thixo ngicela ungipha ibhiliyoni
Noma ngingenaso is'piliyoni, ng′zoy'bamba ngiyenze itriliyoni




Nimbus feat. Khaya - Nimbus
Альбом Nimbus
дата релиза
01-03-2019



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.