Phuzekhemisi - Nithi Angithule текст песни

Текст песни Nithi Angithule - Phuzekhemisi



Ngiyasebenza ngiyasebenza
Ngiyazgqilaza ngomsebenzi wami weh
Ngiyasebenza ngiyasebenza
Ngiyazgqilaza ngomsebenzi wami weh
Kodwa abelungu bami ababongi
Kodwa abelungu bami ababongi
Kodwa abelungu bami bangthuka ngenhlamba
Kodwa abelungu bami bangthuka ngenhlamba
Bathi muntu kheman' khafula bashokubani?
Bathi muntu kheman' khafula bashokubani?
Nina nith' angthule nith' angthule
Ngingathula ngingathula kanjani labelungu bedlala ngami kanje
(Nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Kuthiwe mangthule nje (nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Kodwa ngathula kanjani (nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Ngeke ngthule mina (geke ngithule abelungu bedlala ngami kuthiwa angthule)
Aw ngeke ngthule mina (angeke ngithule angthule abelungu bedlala ngami kuthiwa angthule)
Aw ngeke ngthule mina (angeke ngithule angthule abelungu bedlala ngami kuthiwa angthule)
(Nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Zasha phela Phuzekhemisi
Wayhlaba ngempela mfoka Majazana
Khona phansi ephefeni engzalwa khona
Umfula engiw'phuzayo ngphuza uMakhoya kade
Khona ka Dumisa eMkhomazi
Khuphuka lapho-ke mfoka Ngwazi
EPotchefstroom lengamthatha khona lombhemi
Bhu! Uthini uSlahla-mathende?
Ngiyasebenza ngiyasebenza
Ngiyazgqilaza ngomsebenzi wami weh
Ngiyazigqilaza ngomsebenzi wami weh
Aw kodwa abelungu bami ababongi
Aw kodwa abelungu bami bangthuka ngenhlamba
Aw kodwa abelungu bami bangthuka ngenhlamba
Bathi muntu kheman' khafula bashokubani?
Bathi muntu kheman' khafula bashokubani?
Nina nith' angthule nina nith' angthule
Ngingathula kanjani labelungu bedlala ngami kanje
(Nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Bathi angthule weh (nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Bathi angathula kanjani (nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Aw ngeke ngthule mina (angeke ngithule abelungu bedlala ngami kuthiwa angthule)
Aw ngeke ngthule mina (angeke ngithule abelungu bedlala ngami kuthiwa angthule)
Ngeke ngthule mina (angeke ngithule abelungu bedlala ngami kuthiwa angthule)
Kodwa ngathula kanjani (nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
(Nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Bathi angthule kanjani? (nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Kodwa ngathula kanjani (nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)
Kodwa ngathule mina (angeke ngithule abelungu bedlala ngami kuthiwa angthule)
Kodwa ngathule mina (angeke ngithule abelungu bedlala ngami kuthiwa angthule)
Aw ngeke ngthule kanjani? (nith' angthule abelungu bedlala ngami nith' angthule)




Phuzekhemisi - Izwe Alithuthuki
Альбом Izwe Alithuthuki
дата релиза
30-07-2018




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.