S'fiso Ncwane - Akasoze Angidele текст песни

Текст песни Akasoze Angidele - S'fiso Ncwane



Akasoze angidela nanini
Noma ngabe ngikuphi na
UJehova unamandla okunqoba
Ngingakhohlwa nganjani na ooh ooh yeah
(Akasoze angidela nanini)
(Noma ngabe ngikuphi na)
(UJehova unamandla okunqoba)
(Ngingakhohlwa nganjani na ooh ooh yeah)
(Akasoze angidela nanini)
(Noma ngabe ngikuphi na)
(UJehova unamandla okunqoba)
Ngeke ngimkhohlwe (ngingakhohlwa nganjani na)
Ebumnandini nasezi nhlungwini
Akaze angiyekele
Ingakho na ngithembele kuye
Inhliziyo yami, uthando lwami ngilinikela kuye
(Nginethemba kuye ngobuholi)
Ohh ngakhokonke enginakho
(Umusa wakhe ukimi kungunaphakade)
(Konke kuye kuyenzeka)
Ngiyemethemba! (Ngiyemethemba ukuthi ngeke angiyekele)
Ebuhleni nasebubini, (ngakho konke enginakho) uhlala nami
Ngiyazethemba ngaye, akajiki hhe yii
(Unomusa uJesu kimi unobubele kimi, kimi)
(Konke kuye kuyenzeka) oh oh yeah
(Akasoze wangijikela nanini) nomangabe ngikuphi
Noma ngabe ngijabulile ngiyamthanda
(UJehova unamandla okunqoba) unqobe noma kukuphi lapho
(Ngingakhohlwa ngeke ngimkhohlwe mina)
Akasiye umuntu ongaqamba amanga uJesu (akasoze angijikela mina)
Akajiki ufana nezolo, konk' okwakhe kuneqiniso (noma ngabe ngikuphi na)
Hoo hoo woo! (UJehova unamandla okunqoba)
Ithemba lakho malikuye! (Ngingakhohlwa kanjani na)



Авторы: Sfiso Ronnie Ncwane


S'fiso Ncwane - Kulungile Baba
Альбом Kulungile Baba
дата релиза
10-10-2011




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.