S'fiso Ncwane - Bawo Thixo текст песни

Текст песни Bawo Thixo - Sfiso Ncwane



Bawo Thixo, ngiyabonga isenzo sakho
Bath' umangel' izindlela zakho
Zokubonisa kumel' izwi lakho
Safika kimi, sangibonisa ngezenzo zalaph' emhlabeni
Sangitshela ukuth' impilw' engcono
Ikuwe nkosi yami
(Uma) uma ngizifihle kuwe (fihle kuwe)
Ngoba ngiyazi abukh' ubunzima
(Abukho hey baba) kuphela (obaba) kukh' injabulo
(Ukhuselo) nokhuselo
(Uma, uma, uma) uma ngizifihle kuwe
(Oh kuwe baba) ngoba ngiyazi abukh' ubunzima
(Abukho) kuphela (kukho) kukh' injabulo
(Ahhh) nokhuselo
Ngizonqob' izitha zami (oh izitha zami zonke)
Ngawe nkosi igama lakho (ngiyaz' akekh' ongangimela manje)
Ngoba ngaphandle kwakho angilutho (mm) linamandla
(Mangizonqoba) ngizonqoba izitha zami
Ngizonqob' izitha zami, ngawe nkos' igama lakho
(Oh baba) ngawe nkos' igama lakho linamandla
Ngob' akekh' ongangithiya mah, masengihamba nawe
Noma ngikuphi ngihamb' ngiziqhenya baba
Ngoba akekh' ongangithiya, amandla kaSathane
Ngoba wen' ungimele
(Ngoba akekh' ongangithiya baba) uma ngizifihle kuwe
(Obaba baba) ngoba ngiyazi kuw' akukh' ubunzima
(Ngoba baba) kuphela kukhon' injabulo nokhuselo
(Oh baba umangizifihla kuwe) uma ngizifihle kuwe
(Oh) ngiyazi) ngiyazi kuwe akukh' ubunzima
(Ayayaya) kuphela kukhon' injabulo nokhuselo
(Oh baba ngizonqoba baba)
Ngizonqob' izitha zami



Авторы: Sfiso Ncwane, Mxolisi Mfundo Mhlongo


S'fiso Ncwane - Vula Amasango
Альбом Vula Amasango
дата релиза
07-01-2011



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.