Sjava - Uyaykhohlisa текст песни

Текст песни Uyaykhohlisa - Sjava



Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini?
Lana indoda yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini?
Lana indoda yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini ngempela?
Lana indoda yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini ngempela?
Lana indoda yimi
Baby mawukwatile, kumel' uhlekiswe yim'
'buya emsebenzin', u-massage-we yim'
Only tears of joy, maw'khaliswa yim'
Baby mang'lambile, kumel' udliwe yim'
Ukuthi umuhle akumel' uzazi, kumele utjelwe yim'
Engizok'tjela kona, ukuthi uthandwa ndim'
Noma mawugodhola, ufudunyezwe yim'
Lo thando ngizolvikela, ipoyisa yim'
Ngiyazi unakho konke awudhingi lutho kimi
Ngicel' into eyodwa vo
Ung'nike ithuba, ngibe yindoda
Lokho kungaba yis'busiso kimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini?
Lana indoda yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini?
Lana indoda yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini ngempela?
Lana indoda yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini ngempela?
Lana indoda yimi
Kumel' uvuswe yim', alarm yakho yim'
Kiss wok'qala ekseni, kumel' unikwe yim'
Amanzi ebhavini, uvulelwe yim
Njalo mawuqed' uk'geza, ugqotjiswe yim'
Baby khohlwa yi-mirror, is'buko sakho yim'
Hayi ubuhle obungaka, bufanelwa yim'
Ntambama baby, 'zophekelwa yim'
'nkinga zakho ezam', kumel' usizwe yim'
Mawuy' empin' namaphuph'akho, usaba, kumel' uphelezelwe yim'
Mpilo mayik'qwaga oh, kumel' ulwelwe yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini?
Lana indoda yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini?
Lana indoda yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini ngempela?
Lana indoda yimi
Angith' wena uyintombi yami
Angith' washelwa yimi
Manje ufun' uk'thini ngempela?
Lana indoda yimi
Ngiy'misele ukuk'sula iinyembezi
Noma angakhishwanga yim'
Usungowami, inkinga zakho ezami
'nkinga zakho ezami
'nkinga zakho ezami
'nkinga zakho ezami
'nkinga zakho ezami



Авторы: ruff nkosi


Sjava - Umqhele
Альбом Umqhele
дата релиза
14-12-2018




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.