Текст песни

Sala kutshelwa
Mhlambe yimi
Mhlambe ngiyobona ngomopho
'Thi ukuk'thanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
'Thi ang'saboni noma konakala ngiwela eweni
Bathi ukuk'thanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
'Thi ang'saboni noma konakala ng'wela eweni (ng'wela eweni, ng'wela eweni)
Ngisho abafwethu (ngisho abafwethu) (mabengibonisa ngawe)
'Thi ang'bambeki (bathi ang'bambeki), 'thi angikhuzeki (bathi angikhuzeki)
Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe
Angibambeki
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
Ngangithanda ukuma kwakho
Ngangingazitsheli ukuthi koze
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
Ngangichazwa ukuma kwakho
Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje

Namhlanje ungumkami, ungumkami
Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
'Thi ukuk'thanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni (ngiholela ekufeni)
'Thi ang'saboni noma konakala ngiwela eweni (ng'wela eweni, ng'wela eweni)
Bathi ukuk'thanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni (ngiholela ekufeni)
'Thi ang'saboni noma konakala ng'wela eweni (ng'wela eweni, ng'wela eweni)
Ngisho abafwethu (ngisho abafwethu) (mabengibonisa ngawe)
'Thi ang'bambeki (bathi ang'bambeki), 'thi angikhuzeki (bathi angikhuzeki)
Ngisho ekhaya (ngisho ekhaya) mabengibonisa ngawe
Angibambeki
Yeyi, ang'ngafun' ukuzwa lutho
Ang'ngak'fun' ukufa kom'ntu
Ang'ngak'qhub' uk'suka kwethu
Ng'yafunga, ngiyagomela
Makak'hluph' umuntu kulokhu
Mal'ngaqhum' ukhun' k'muntu
May'ngacuph' uchuku um'ntu
Wami engim'thandayo, oh yeah
Yena ulubambo, oh
'Thi ukuk'thanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni (ngiholela ekufeni)
'Thi ang'saboni noma konakala ngiwela eweni (ng'wela eweni, ng'wela eweni)
Bathi ukuk'thanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni (ngiholela ekufeni)
'Thi ang'saboni noma konakala ng'wela eweni (ng'wela eweni, ng'wela eweni)
Ngisho abafwethu (ngisho abafwethu) (mabengibonisa ngawe)
'Thi ang'bambeki (bathi ang'bambeki), 'thi angikhuzeki (bathi angikhuzeki)
Ngisho ekhaya (ngisho ekhaya) mabengibonisa ngawe
Angibambeki

Авторы: Makhubo Sihle Jabulani, Vuyo Mnyike,

Sjava feat. Mzukulu & Anzo - Umqhele
Альбом Umqhele
дата релиза
14-12-2018

1   Izitha
2   Abafazi
3   Linda
4   Amagama
5   Eweni
6   Isibhamu
7   Confession
8   Ikhandlela
9   Wamuhle
10   Umama
11   Ujesu
12   Angikdeli
13   Intombi-Yami
14   Uyaykhohlisa
15   Uvalo
16   Gijima
17   Xola
18   Ngiyabonga

Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.
Загрузка
Загрузка