Sphawa - Inhlonipho текст песни

Текст песни Inhlonipho - Sphawa



Omdala uhlonipha omncane
Omncane uhlonipha omdala
Ngithi inhlonipho ibalulekile bo! (uzwa mina ngyak'tshela wena) hhayi inhlonipho ibalulekile bo!
(Ngani ngyak'tshela wena)
Omdala uhlonipha omncane
Omncane uhlonipha omdala. Ngithi inhlonipho ibalulekile bo! (Kuhlonishwa kabili wena)
Ngithi inhlonipho ibalulekile bo! (Uzwa mina ngyaktshela wena)
Mawbona omncane bingelela
Mawbona omdala bingelela
Ngobalezo izibusiso mina ngyakutshela
Hlonipha mdala mncane kyafana
Mina ngiyakhala
Akusafani nakdala
Yazi ukuthi kude lapho esibuya khona
Kodwa saphathana kanjena
Yazi ukuthi kude lapho siya khona
Kodwa saphathana kanjena
Angeke sfike
Angeke sphile
Asihloniphane sphathane kahle
Kuze mina nawe sphile kahle
Kwakubhaliwe kdala encwadini engcwele
Hlonipha uyihlo nonyoko kuze izinsuku zakho zande ezweni
Hhayi hlonipha wena!
Omdala uhlonipha omncane
Omncane uhlonipha omdala
Ngithi inhlonipho ibalulekile bo! (Uzwa mina ngyak'tshela wena) hhayi inhlonipho ibalulekile bo!
(Ngani ngyak'tshela wena)
Omdala uhlonipha omncane
Omncane uhlonipha omdala. Ngithi inhlonipho ibalulekile bo! (Kuhlonishwa kabili wena)
Ngithi inhlonipho ibalulekile bo! (Uzwa mina ngyaktshela wena)
Kungani ehlonoshwa eseshonile?
Kungani ethandwa eseshonile?
Mthande umhloniphe esaphila njengawe
Ungamdukiseli makame ngawe
Mawonile xolisa kusase manje
Ngoba ngenzeka uyamgcina manje...
Ngoba kungenzeka uvuke engase nawe
Sobona ngawe uyohlaba wena
Ucele uxolo kwabaphansi wena
Ay akwenziwa kanjalo
Impilo imfishane njalo
Omdala uhlonipha omncane
Omncane uhlonipha omdala
Ngithi inhlonipho ibalulekile bo!(Uzwa mina ngyak'tshela wena)
Hhayi inhlonipho ibalulekile bo! (Ngani ngyak'tshela wena)
Omdala uhlonipha omncane
Omncane uhlonipha omdala. Ngithi inhlonipho ibalulekile bo! (Kuhlonishwa kabili wena)
Ngithi inhlonipho ibalulekile bo! (Uzwa mina ngyaktshela wena)



Авторы: Sphamandla Majola


Sphawa - Uthando
Альбом Uthando
дата релиза
17-08-2019



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.